Amangwane, Hlongwane, Khanyile

Hlongwane
Sangweni, Ngwane, Masumpa, Ngwadi, Matiwane, Masingasileka,
Nduku Zinobulongwe,
Ngwane ongaweli ngezibuko owela ngezimpambosi zomfula,
Zikhali azilingani nezama xhegwana,
Mdungude, Siyane, Nqobokazi, Songobese, Gwembeshe, Mzamo, Zikhali

Khanyile
Sogoni, Sthopho othi udlinkomo kanti udlimpisi,
Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,
Mahamba kancane Sogodi,
Phondo olukhulu olwavuma kwavuma amadoda,
Shalashala elihle elithi ukuvuma ukulandula,
Ntunjwa ka Langa,
Mthiyane, Ndwandwe, Zikode, Mabhuqa, Ngwane

Amakhosi Amangwane ngokulandelana:
Somkhabase;
Mafu;
Matiwane;
Ngwadi;
Ndungunye;
Ngwane;
Tshani;
Masumpa;
Zikhali;
Ngwane;
Bambazi;
Ndungunye;
Tshanibezwe;
Maswazi (Ibamba)
Menzi

Ubukhosi
1. Alfred Mzondeni Hlongwane (Bulwer)
2. Mboneni Absolom Mavuso (St. Lucia)
3. Menzi Hlongwane (Bergville)

Other Amangwane are found in Swaziland, Lesotho, Eastern Cape, Free State, Mpumalanga and all over South Afrika, Afrika and the world.

More about Amangwane Hlongwane Khanyile

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

40 thoughts on “Amangwane, Hlongwane, Khanyile”

  1. Ngicela ukwazi ukuthi kuliqiniso elingakanani ukuthi imvelaphi yethuu isuka eswazini,futhi kuthiwa babilu abantu abasuka eswazini oyedwa wayeyikholwa omnye tfeyinyanga,bafikela emahlathini ase bergville basebethola amabutho akwaZulu abayisa enkosi bafica kugula indodakazi yayo ,lo owayeyinyanga wakhanyisela inkosi ukuthi yini engasiza indodakazi yayo nangempela yasinda yayisithi inkosi Ukhanyile ngoba ungikhanyisele into ebengngayazi savelakanjalo isiBongo uKhanyile kahlehlekahle uNgwene.ngingabonga mangingakhanyiseleka lapho

    Reply
  2. Mangwane amahle Nina baka zikhali ngicela ukubuza kahle akuthiwa masenga asilele umakungukuthiwa masengasileke kuyini ukusileka?

    Reply
  3. Ngicela ningiphe incazelo ngesbongo sami sakwa Ngwadi

    Reply

Leave a Comment