Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Bhengu Clan Names  👑

Izithakazelo zakwa Bhengu 💛 Clan Praises

  • Bhengu
  • Ngcolosi!
  • Wena wakwaDlabazane,KaNgwane,
  • KaNephu kaLamula,
  • Nyawo zigezwa ngamazolo,
  • Nina enivuka nixubhe ngelala,
  • Shongololo,
  • Wathi uyalithinta lahwaqabala,
  • Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze,
  • Nyawo zeshongololo kaziphumuli,
  • Sigampu,
  • Ngwane, ingwani ngwadi,
  • Abayibone ngesond’ukuthi iwelile,
  • Jali,
  • Nina enilala nomunwe,
  • Nivuke nikhwif’ilanga,
  • Mmemezi kaHlangabeza,
  • Ngcolosi!
Prices:
t-shirt: R200
Hoodie:R400
Whatsapp/call: 061 868 5163
Bokote Clan Praises, Bokote Meaning & History
Bokote Clan Praises, Bokote Meaning & History

Bokote: If you know any information about this surname, such as its meaning, origin, history Read more

Saule Clan Praises, Saule Meaning & History
Saule Clan Praises, Saule Meaning & History

Saule: If you know any information about this surname, such as its meaning, origin, history Read more

Next

Bhebhe Clan Names 😍

15 Comments

  1. Mxolisi bhengu

    Syazibongela Sama shongololo

  2. Ujali ungena kanjani

  3. Yithi ke labo Ngcolosi

  4. @Siyabonga Mviko, OBhengu insila yabo idabuka kubantu bakwaDlamini nabakwaLuthuli.UBhengu Dlamini wayeyindodana yenkosi yaseSwazini. Indodana kaBhengu kwakunguNgwabile Bhengu kwaya kuDlabazane. Indodana kaDlabazane kwakunguSihi owazala uSongololo. USongololo wazala uLamula yena wazala uNgwane owazala uMepho.
    Ngiyathemba uphendulekile.

  5. Njengoba kuyaye kuthiwe abakwaBhengu bazalwa kwaDlamini, ngicela ukubuza bazalwa yimuphi uDlamini? uShongololo uzalwa nobani abafowabo? Yena uzale ma
    phi amadodana?

  6. Mepho ithina labo

  7. ????

  8. oShongololo

  9. Hau kubonga thina oNcolosi

  10. siyabonga ,@zihle

  11. siyabonga zihle

  12. ngizwa kuthiw obhengu bahlobene no nhleke ngabe kuyiqiniso yini lokhu,kanjani?

  13. Aibo Hlongwane noBhengu bahlobene????

  14. O Ngcolosi ngiyasithanda lesi bongo

  15. ZINHLE IZITHAKAZELO ZENU LIKE IT

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: