clan names πŸ‘‘ history

izithakazelo

Tag: izithakazelo Page 1 of 7

Izithakazelo zakwa Sibanyoni Clan Names

Sibanyoni, Mathetha,  Malambule, Khozakhulu, Ncuncu ephuza kwezinde iziziba ngoba kwesifushane ingabuya nodaka,

Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezihlengelo zomfula,

Nyoni eyakha kabi yabhekisa umyango ngasemfuleni abanye bathi yibambeni abanye bathi yiyekeni ukwenza kwayo,

Dada elabhula amanzi abafokazi baphikisana bathi nibone ngani wathi umathetha kubonakala ngamanzi ukudungana !

Izithakazelo zakwa Mvubu clan names & history

Mvubu,
Makhasane,
Kwelwayo,
Ntsaba zehlathi zibashaye zibahashaze,
Wena owawela umfula umzinyathi,
Uthun’ olubomvu,
Tfobhoyi,
Mgasela,
Doyisa,
Donyeka,
Mahlamb’ uhlaletsheni,
Zuzaluhle,
Silo samanzi!

Izithakazelo zakwa GabadaΒ clan names

Gabada  Clan Names, Meaning & History. Izithakazelo zakwa Gabada . Gabada  Surname.

Sereto sa Gabada . Iziduko zako Gabada .

Gabada ‘s surname info is currently not listed.

If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Kuta clan names Izithakazelo

Ngifuna ukwazi izithakazelo zakwa Kuta . I know a little
Kuta, Nkomoshe, o Malinge

Page 1 of 7

β“’ 2025