Izithakazelo zakwa Caluza 😍 Caluza Clan Praises

Caluza,

Mncwabe,

Jingizana!

Gxabashe,

Nosoka,

Mnguni!

Mbozisa, Zabane,

Ndlela,

Nina eningawudi umbilini ngoba udliwa abahlangakazi!

Nina enawela uThukela neMpofana!

Madondo,

Mnquhe!!!