Gasa, meyiwa, Nxaba, Gungunyane, Mangamahle, Vezizilo, wena owehla ngomzungulu wasala wabola, izinyoni ezawenyusa umfula ukube zawehlisa ngabe zafa zonke