History of Mthembu surname
Uma unolwazi ngabantu bakwaMthembu, sicela ubhale kwi-comment ngezansi.
More about Of MthembuEducational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
History of Mthembu surname
Uma unolwazi ngabantu bakwaMthembu, sicela ubhale kwi-comment ngezansi.
More about Of MthembuEducational videos
Ngicela ningchazele ukt zavela kanjn izithakazelo zaka Mthembu
NdinguMthembu
Qhudeni Mpofane Mvelase Ngoza ka Mkhubukeli Thukela wakwa Malindi ifani wakuQumbu
Ndifuna ukuqonda ukuba sizihlobo kangakanani nabaThembu bakwa Zulu?
Ngiyabonga kakhulu ukuzazi mina nginguMthembu owavela enyandeni ngicela ukwazi uMadlongolwana uzalwa bgubani kwaMthembu
Ninjan mina ngangi semncane omkhulu engichazela owami umkhulu wayezalwa 1890s ngaba nenhlanhla ngoku mazi waduma ngoku ngoku hamba nobhombela ushembe wokuqala. Mina engiku khumbulayo akusho wathi babe dabuka muya ngase kappa. Umuntu owathi owakwabo endlini umandela kanye nenkosi yabathembu. Wathi isthakazelo umvelase uyinhlamba embi kubona wakukhipha nangesango. Noma ungafika beznkomo zakho njengo mkhonyana. Wathi kumina babezalwa usgidela kanye nomaphewa. Ngangike ngimuzwe ngokuzi thakazela ngosgidela, jama kamnisi, wezimvula onion insulation libalele, qhudeni angsazi okunye. kodwa wathi meku khona okungenzeki ngothemeleza noma ngishiselwe impepho komele kunethe noma kanjan uma bezwile abaphezulu. Ngelinye ilanga kwenzeka lokho ngixakekile ngakhumbula amazwi akhe sengi khulile ngyabonga. Obhalile usfiso Mthembu