πŸ’›

izithakazelo

Isibongo nesithakazelo sakwaManyathela

Isithakazelo: Manyathela

Manyathela,
Mwelase,
Mthombo,
Zwangobani,
Wena ongaweli ngazibuko, owela ngezihlengele zomfula
Nkomzwayo kaMaphoqo,
Masina kaNkobe,
Thokoza kaNcikazane

Indawo lapho kukhona inzalo yakwaManyathela, kuseDundee nezigodi ezimaduzane nalapho. eNorth West, Limpopo naseZimbabwe.

Umlando ngokuthi wayeqhamuka ngaphi uMthombo, kodwa ingazathi ubaba wakhe wayevela ngasendaweni eduzane naseMkhomazi.

Previous

Izithakazelo zakwa Mavuso Clan Names

Next

Izithakazelo Mnyakeni

1 Comment

  1. Anonymous

    Nkomzwayo not omzwayo njalo Zwangobani born of Makhehlelele is not part of izthakazelo.

Leave a Reply to Anonymous Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026