Izithakazelo ZakwaJali ๐Ÿ˜ Jali Clan Names Umlando

Izithakazelo Zakwa-Jali ๐Ÿ˜ Jali Clan Names
Sjongo,

Phumela,

Ngcolosi,

Mpemvu,

Mlomunendaba,

Mmemezi ka Hlangabeza !!

Abanye bazikhumbula kanje:

Jali,
Ngwane,
Bhengu,
Mthimude kaceyane,
Shongololo ngabe siyalidla sesaba imiletelete,
Hlangabeza,
Mepho,
Sjongo wena owabona ngeSondo ukuthi inyamazane iwelile,
Dlabazane sambula nkungu kuvele ilanga wenakaNgqatha ziyazukana ubuqathaqatha ukunya kwenjendala okwakungayi amachalaha kwakungoBhova !!

Abanye bazihaya kanje:

Jali!!
Mbenyezkrakra njengetshongwe,
Mgwaqu mpukwenkone evele ngomgca engceni,
Mhlanuvevele, Hlomendlini abanye behlomaphandle Ilanga Libalele, Mdli, Nomachideโ€ฆ

Futhi abanye bazihaya kanje:

JALI, MLOVU, NGCOLOSI, XAMโ€™ODLUMSINGIZANE, NONDWANGโ€™OMHLOPHE SEMBATHA NGUBO ABANYE BEMBATHA IMBELEKWANE XHINGU THEMBETHUSI !!

Umlando wakwaJali | Jali Clan History:

Cindezela lapha ukulalela umlando wabakwaJali

Click here to SEE MORE results for related to this surname

More about Jali Jali

Educational videos


๐Ÿ” SEARCH ๐Ÿ”+ ADD CLAN NAMESโ–ถ UTube Channel

15 thoughts on “Izithakazelo ZakwaJali ๐Ÿ˜ Jali Clan Names Umlando”

  1. Jali, Tsheleza, Ququle, Mbarha. Nomlahla, ntombi ziy’emzini zibuye nabakhwenyana zize nabo ekhaya

    Reply
  2. Jali, Ngwane, Bhengu,Mthimude kaceyane,Shongololo ngabe siyalidla sesaba imiletelete,Hlangabeza,Mepho,Sjongo wena owabona ngeSondo ukuthi iyamazane iwelile.Dlabazane sambula nkungu kuvele ilanga wenakaNgqatha ziyazukana ubuqathqatha ukunya kwenjendala okwakungayi amachalaha kwakungoBhova

    Reply
    • Hi Ndicela ukubuza uJali noJili yisithakazelo esisodwa na?

      Reply
  3. Jali Clan. Malitshe Mthwane kampefu omalandelwa yinkazane ithi Mthwane ngizeke mfazi fulela nali izulu liyasibekela ncinde tshambule juta phali

    Reply

Leave a Comment