Mbona,
Gumede,
Nonkunzi, nina enaphanda ezaleni kwavela umuntu,
Madela,
Khwehle kadlozi,
Nongidi,
Nina abakaphanda kufa,
Mphungashe,
Nina enadela ubukhosi nabunika abakwa Dlamini ngoba ninqena ukuphakanyelwa,
Msuthu !!



🔍 Search here 🔍+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos