πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo Zakwa Mkhonto

Izithakazelo Zakwa Mkhonto

Mkhonto,

Zikhali,

Khanyile,
Magwaza,
Ndabezitha,

Mbulazi,
Ngwane elihle,
Wena owakhiwe elangabini elingadiliza izintaba,

Wena owadalelwa ukunqoba izitha,

nina benduku ebukhali engageji,
Nina enibahle njengezihlabathi zolwandle,

Hlongwane,

Wena owabuka bemhlasela ebsuku wagadla konke kwangasali nenkonyane yakhona,
Wena owabukana novalo esitikini lishona waphuma wedwa lisa.
Manqoba,

Mnikazi wempi
Mkhonto Omuhle!
Mkhonto uhlaba magwala,
Magwaza kaZulu!

tags: Mkhonto clan names, izithakazelo zwakwa Mkhonto, Mkhonto clan praises

Previous

Ndlela Clan name 😍 Izithakazelo

Next

Izithakazelo Zakwa Makhanya

2 Comments

  1. Nomphilo Samanty Nkambule

    Tsinna ama ngwane amahle

  2. Mkhonto nyanzane Mpandezelanga Mkhonto ogwazayo ogwaz’inyamazane hhay umuntu Maphanga mbimbili

Leave a Reply to Nomphilo Samanty Nkambule Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026