πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Thabede Clan Names

Thabede Surname

Thabede,

Jiyane,

Ndidane,

Mqadompofu,

Songo,

Vezi,

Mlotshwa,

Gambu,

Mwelase,

Xwayela,

Nomaswiliswili, Luphaphelwempangela,

Guqabathokoze abafokazana,

Mbizanazotshwala, Nina enehla ngesilulu

ezintabeni zobombo abanye

behla ngezinyawo,

Machabadankosi ngoba wachabada

u-Ngwane ka-Mbilini

Magodanqutha, mlenge.

Uzodelibandla kungelakhe lakwa-Gcingiza.

Maswati amhlophe, unwele olude !

Previous

Mnguni Clan Names

Next

Izithakazelo zakwa Sosibo Clan Names

1 Comment

  1. Lindiwe Ngubeni kaThabede

    Ngiyabonga ukuthi ekugcineni ngaze ngazazi kahle hle izithakazelo zasekhaya, sengizokwazi nokushintsha isibongo sengizazi kahle.

Leave a Reply to Lindiwe Ngubeni kaThabede Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén