MAKHATHINI
Gxabhashe, Donda wase Nkweleni,
Khuhlaphansi njenge Khowandlovu,
Ntuli kabongwa,
Bonga yena uzona umlomo,
Sonkophe, Sombhizi
MALINGA
Mlotshwa, Vunisa, Gumakhulu, Zindela
cindezela lapha ukufunda umlando wakwaMalinga
ZUNGU
Manzini, Gwabini, Makhoba, Hamashe, Geda, Ncwane, Sengwayo
Msizi Ruben
uMalinga ubizwa kanje: Zindela umzilikazi kamashobashobane ukabakalbonwa, bayela shazi.
Zamathemba
Ngcela owaziyo ngobudlelwano phakath kwesibongo sakwaMakhoba noZungu
Dudu
Ngicela ukubuza ukuthi uNyawo noShange bahlobene yini?
Zakhele
Ay bakethu anilamule ezakwa Ncane nje mina enkhala ngzo ozaziyo bandla akangsize iythakazelo ne mvelaphi yakhona ngingabonga kakhulu
Xolani Ncanini...uXolo omhlophe ngenhliziyo
ONcane abantu bakwaXolo abatholakala ngaseMargate ePort Shepstone naseZinqoleni(Former Izingolweni)baphuma endlini encane ebukhosini bakhona…OXolo,Dunywa kaNontshuntsha,Mbambe kaMsuthu,Mthusi(Mothusi)..oXolo badabuka eLesotho…Bhincakahle,Malandelwa zintombi zimcele umendo
Andile
Ngiyabonga wazi oXolo impela bengazi sinobuhlobo no Ncane ngoba nezthakazelo zyefana. Ngihalela uzibhale zonke izthakazelo zakwa Xolo. Nami ngiwu Mthusi.
Sphamandla
Ngcela owazi kabanzi ngezibongo nemvelaphi yakwa Malinga
Themba Yimba
Mina ngicela ezakwaYimba izithakazelo owazi ukuthi zithini. Okanye Ndumela Nkani Mahlobo.
Themba Yimba
Yimba uhlobana nobani emlandweni
thobeka
Izithakazelo :mlotshwa,vunisa,gumakhulu,zindela ,tsambekokwako,malinga mcusi wendlunkulu,lona odla acakatsise ebe phansi kwenkwaba wafuta ekhabo nyoko ,tsembekwakho