Izithakazelo zakwaMakhathini
Gxabhashe,
Donda wasEnkweleni,
Khuhla phansi njenge khowandlovu,
Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo,
Wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
Sonkophe,
Sombizi!
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Abaka mncwabe abahlobene yini no Makhathini
laba omdzunana kadzana, nina enadla umkhanka ningena nkosi, nina bakaMba umbile ukuya nokubuya.
Obani OMnguni,Mncwabe,Dzana……?