Izithakazelo zakwaMakhathini
Gxabhashe,
Donda wasEnkweleni,
Khuhla phansi njenge khowandlovu,
Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo,
Wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
Sonkophe,
Sombizi!
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
You don’t have u Xulu one of the MAKHATHINI clan names
No asihlobenanga nabo and ndithi asingo Makhathini.
Singo Khathini then xa ubiza umntu wesifazane uthi Makhathini.
Kodwa thina singo Khathini susihlanganisa noMakhathini.