πŸ’›

izithakazelo

Makhoba Clan Names & History

Izithakazelo zakwa-Makhoba:

Gwabini,
Hamashe,
Manzini, Geda,
Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!

Previous

Manzini, Meaning, Origin & History

Next

Zungu, Meaning, Origin & History

6 Comments

  1. WISEMAN MAKHOBA

    UTHAMI MAKHOBA USHAYILE IMPELA UMGEBISA.. THINA SINGO MAKHOBA , OJOKO KAMADANA KANGUYANA. SINGABE WABA ELIMNYAMA LASEMDLADLENI , ABALISHAYA NGEMIZACA YEPHUKA , ABASEZITHENI NABASEKHAYA. OQHOLO LAZITHA. THINA SINGABESIHLAHLA ESI JAME KWENA AMAZOLO , AMAMBATHA ESABA UKUSEHLELA. THINA SINGOMTHABELA KAGODLOZA UMAGWAZEGUQILE NJENGETHOLE.

    • Zakhele Makhoba

      injalo bafowethu mina ngivuma no sbu asinyekeni ukuphikisana sibandawonye

  2. Themba Makhoba

    Ngiyabingelela ngicela ukubuza lapha kuzithakazelo zakwa Makhoba Uma zithi Wena owaphuma ngenoni emgodini kwakwenzenjani

  3. Umkhabela unephutha lapho

  4. Uyibeki mfwethu uZungu no Makhoba amawele izingane zomuntu, futhi baningi njengoba usho Manzini lana kuvela labo Ababa negalelo elikhulu futhi baphatha nobukhosi, mina nginguMakhoba lana eNquthu.

  5. Cela ukbuza makhoba nawo uhlukene njengo nkosi

Leave a Reply to Themba Makhoba Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén