Mazibuko Clan Praises & Surname History

Izithakazelo zakwaMazibuko:

Khondlo,
Mwelase,
Nzima,
Muna,
Wena owangena nesikhuni emanzini waphuma naso sivutha,
Wena ongaweli ngezibuko,owela ngezihlangu zamadoda,
S`gawuli semithi emide nemifushane,
Mgabhamafu ohamba ubugwathugwathu emafini,
Nzimalamase ngobulandakazi,
Obuhlasehlase ithambo elagedla ezintabeni,
Okwathiwa ngoba nakhu esevula izibuko lokuwela kwathiwa nguMwelase,
Hlathikhulu,
Manzezulu, Phuthini,
Khuhlase kaMgabhi!

More about Mazibuko

Educational videos


๐Ÿ” SEARCH ๐Ÿ”+ ADD CLAN NAMESโ–ถ UTube Channel

21 thoughts on “Mazibuko Clan Praises & Surname History”

  1. Ngingu maGcwabe, uGubhela, umumbo omhlophe okhanya masi esiswini kepha ozalwa iqhawekazi lakwa Nzima,Umwelase…umuntu akaqedwa kodwa ngyabathanda abakomalume bami.โ˜บ

    Reply

Leave a Comment