Izithakazelo zakwaMlaba
Ximba,
Mabhoyi, Nodlela,
Mbewumbili, abanye bamhlophe abanye babomvana,
Nina enacaba isicaba ngokucazelana,
Msuthu!
>If you are a Mlaba, you must know this <<
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Ximba,
Mabhoyi, Nodlela,
Mbewumbili, abanye bamhlophe abanye babomvana,
Nina enacaba isicaba ngokucazelana,
Msuthu!
>If you are a Mlaba, you must know this <<
okunye ngane zakwethuizithakazelo ziba ngabanikazi besibongo abasukr bedibene ngaleyondlu bese sichuma ngojuduma komuntu…bese kuba khona okusihlanganis sonke
Umabhoyi nje lana kwazulu sonke sibiza yena bese thina esakhele emahlabathini sisebenzisa umqundane…njengomnuntu esiwukhalo lakhe nazoke lezithakazelo ezingenhla zisukela ezigamekweni ezithile kuleyondlu yakwethu eyakhele ndawana thizeni Maximba
anginalo ulwazinolugcwele bt njengoba sinesithakazelo esithi molaba ngikholwa ukuthi elisuthu bathi Molaba ngaphabkwaZulu kutjiwa Mlaba okusho kuth siyinto eyodwa njengam nje ngeke ngiganwe uMolaba ngoba udadewethu loyo edlozini
Ngabe oMlaba no Molaba bane zithakazelo ezifanayo? Made ngifunana nesithakazelo sakwa Molaba