- Mthembu
- Qhudeni,
- Mvelase owavele Nyandeni,
- Mvelase ka Guda,
- Ngoza ka Mkhubukeli ka Gazi nina base Mlamlankunzi.
- Izithakazelo zakwa Msimango
- Thabizolo, Nonkosi, Mlotshwa,
- Pembe ka Lokothwayo,
- Ngelengele, Mhlehlelu,
- Nhlokozabafo,
- Sdindi ka Siphuki…
Ezakwa Mseleku
- Duma,
- Lwandle,
- Ntenga,
- Mthombeni
Ezakwa Msibi:
- Ndlondlo,
- Mabuya,
- Guliwe,
- Siwela,
- Gasa.
Luxolo Mjaja
Ngiyabingelela,
Ngicela uma kukhona ulwazi ngezakwaMjaja, ngizamile uku-search kwi-search box kodwa akuvelanga lutho.
muhle
ngiyanibingelela ngisacela izithakazelo zakwa msibi zonke ziphelele please
Khanyisile Mtshali
Ngiyanibingelela bengicela izithakazelo Zaka NDebele