πŸ’›

izithakazelo

Mthembu, Msimango, Mseleku, Msibi

  • Mthembu
  • Qhudeni,
  • Mvelase owavele Nyandeni,
  • Mvelase ka Guda,
  • Ngoza ka Mkhubukeli ka Gazi nina base Mlamlankunzi.
  • Izithakazelo zakwa Msimango
  • Thabizolo, Nonkosi, Mlotshwa,
  • Pembe ka Lokothwayo,
  • Ngelengele, Mhlehlelu,
  • Nhlokozabafo,
  • Sdindi ka Siphuki…

Ezakwa Mseleku

  • Duma,
  • Lwandle,
  • Ntenga,
  • Mthombeni

Ezakwa Msibi:

  • Ndlondlo,
  • Mabuya,
  • Guliwe,
  • Siwela,
  • Gasa.

Previous

Ama-Mpondo/Mpondomise, Meaning, Origin & Family History | Umlando

Next

Msani, Mqadi, Mpofana, Mpanza, Motha Clans

2 Comments

  1. Ngicela sibonisane kahle. Ukublocka abantu ukuthi bathathe umlando wabo akubukeki kahle. Kufanele sibuyele ekuthenini uwukolekelani. For us who seek izithakazelo to interpret them the way God wanted us to, kuba lukhuni.

    Siyashweleza ukuthi usidedele siwukopishe kuze sikwazi ukuwubeka kumacomputer kuze siwuxilonge uma sithole isikhathi sihlanganise sikhombise izinto ezifihlweni esweni lo bukayo.

    kahle kahle abantu abamnyama abanawo ama-Surname. Izithakazelo zakhelwa ukuthi kucishelelwe umlando ngendlela engalidingi iphepha. Lokho kwenziwa ngomlando odluliswa ngomlomo. Manje sekuyisikhathi sokuthi lomlando uvele obala.

    If you are doing this for the greater good, which I believe you are, please open up copying of umlando ongowethu sonke. Uma abantu babuye bazifakele umlando wabo angiboni ukuthi bangavinjwa kanjani abanye ukuhi bawukopishe…

    Ngiyabonga.

    Just so you can grant my request, ngicela ukukushiyela esengikutholile ngoMbatha. Trade?

  2. Ezakwa Msibi izithakazelo zihamba zingafani thina sidabuka e Swazini u msibi uthakazelelwa kanje ngale: Msibi, Nldondlo, Mabuya khotha ngwenyama wena owadla ubulongo walibala

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén