Izithakazelo zakwaMthethwa:
Ukhona umlando wabakwaMthethwa, cindezela lapha ukuwulalela.
Dingiswayo,
Nyambose,
Magaga onsibansiba,
Mfolozi emnyama inketha baweli nabawelayo bayayiqokelela,
Nina bakanhlamba kangicelani ngoba angiceli lutho lomuntu,
Wena okalugagane oluhlabangaphi ngoba phela lumhlaba ngale,
Thulisa kuyozwakala,
Nkonyane yenkosi,
Hlangalezwe,
Nina baka Xaba kaMadangu,
KaNkomo enenekazi, izothandana nayiphi na?
Izothandana neyakithi Eyengweni,
Khubaze, Jobe kaKhali,
Magezang’obisi lwenhlunu abanye begeza
>> Continue reading <<
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Thank you kuthola izithakazela zendoda boh
Yebo Gagane, kunjalo nje.
ME too uyaz