Mthethwa Clan Names & History

Izithakazelo zakwaMthethwa:

Ukhona umlando wabakwaMthethwa, cindezela lapha ukuwulalela.

Dingiswayo,
Nyambose,
Magaga onsibansiba,
Mfolozi emnyama inketha baweli nabawelayo bayayiqokelela,
Nina bakanhlamba kangicelani ngoba angiceli lutho lomuntu,
Wena okalugagane oluhlabangaphi ngoba phela lumhlaba ngale,
Thulisa kuyozwakala,
Nkonyane yenkosi,
Hlangalezwe,
Nina baka Xaba kaMadangu,
KaNkomo enenekazi, izothandana nayiphi na?
Izothandana neyakithi Eyengweni,
Khubaze, Jobe kaKhali,
Magezang’obisi lwenhlunu abanye begeza
>> Continue reading <<


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

24 thoughts on “Mthethwa Clan Names & History”

  1. Ngiyabonga sengisazi imvelaphi yami

    Reply
  2. Sanibonani bonyambose CELA ukubuza thina singomthethwa ,nyambose ,mavela ,ezansi ezihlabathini zolwandle kuhluka kanjani kulezi ezinye ezingaphezulu

    Reply

Leave a Comment