Izithakazelo zakwaMthimkhulu
Hadebe,
Bhungane,
Wena owamila edlukwini lapho okungamilwa khona,
Mashiya amahle,
Mashiya amahle njenge nyamazane,
Mashwabada,
Wena owashwabadela inkomo ne’mpondo,
Yathi mayifika emphinjweni yadlamalala,
Umkhulu Bhungane!
Izithakazelo zakwaMthimkhulu with English translation:
Hadebe,
(Hadebe).
Bhungane,
(Bhungane).
Wena owamila edlukwini lapho okungamilwa khona,
(You who grew in a place where one does not grow / in an unlikely place).
Mashiya amahle,
(Beautiful shields).
Mashiya amahle njenge nyamazane,
(Beautiful shields like those of the buck/antelope).
Mashwabada,
(Mashwabada).
Wena owashwabadela inkomo ne’mpondo,
(You who skinned the cow along with its horns).
Yathi mayifika emphinjweni yadlamalala,
(When it arrived at the narrow passage, it became weak/tired).
Umkhulu Bhungane!
(The great elder Bhungane).
>> If you’re Mthumkhulu, you must read this <<
๐ SEARCH ๐+ ADD CLAN NAMESโถ UTube Channel
radebe umthimkhulu
mashiya a mahle nje nge nyamazane baka laka le baleke ba zinto ze myama ama hlabu ama ngelengele badle umuntu ba nyenge ba muhle ba monyenge nge ndaba radebe
NgeleNgele. …langalibalele
"Mtimkulu, Bhungane, Nsele.
Mashiya amahle anje ngawenyamazane,
S'goloza esimehlo abomvu
sithi masibheka umntu simjamele,
Ndlubu ezamila endaweni embi,
nina enindlebe zikhanya iLanga,
Intlabathi yoNdi ng'ifike beyihlenga beyiphalaza,
Nam ng'ayihlenga ng'ade ng'aguzubala.
nina bosiba olude olungakhothami
ndlwaneni kodwa kwezinde
luyakhothama,
Mahlubi amahle.
Shwabada owashwabadela inkomo
neempondo zayo,Ndlebentle zombini,
Mafuz' afulele njengelifu lemvula,
Yimibhucwโ ebuthakathaka
Eyabhucwa kwada kwaphumโ ilanga.
Umkhulu Nkulunkulu kodwa awunganga
Bhungane,
Nkulunkulu uziqu zintathu
kodwa uBhungane uziqu
zingamakhulukhulu.
Bayede Bhungane, Bayede Silo samaHlubi.
Ngele-ngele,
AmaHlubi anzipho zimnyama
ngokuqhwayana."