πŸ’›

izithakazelo

Ndlovu Izithakazelo noMlando

Abakwa Ndlovu oGatsheni bangabe Nguni:
U-Gatsheni wazala u Lamula,
U-Lamula wazala u Zingelwayo,
U-Zingelwayo wazala uMpongo,
U-Mpongo wazala uNgema,
U-Ngema wazala uMdingi

Izithakazelo zakwa Ndlovu
Gatsheni, Boya beNyathi,
Obusonga busombuluka,
Mpongo ka Zingelwayo,
Nina bakwa Ndlovu zidla ekhaya ngokweswela abelusi,
Zase ziluswa intombi uDemazane,
Nina baka Demazane Ntombazane,
Nina bakwasihlangu sihle,
Mthiyane!
Ngokuthiya amadoda emazibukweni,
Mdubusi!

Umlando wakwaNdlovu | Ndlovu clan history:

Cindezela lapha ukulalela umlando wabakwaNdlovu

Previous

Mkhwanazi Clans & Family History | Umlando

Next

Stanley MONDLE Mbatha

3 Comments

  1. Melody

    I’m a Ndlovu Gegana, please help. I’m lost

  2. Gerald mabuka Ndlovu

    Mina ngu Ndlovu kamthombeni ovela ezimbabwe,ngifuna ukuba kwazi ukuthi isithakazelo sami siyafana ngasomuntu wonke na kumbe kumele lami ngizitheme ngotathegulu bakithi.Ngicela lingisize bogatsheni.

  3. Nkoskhona

    Bogatsheni cha asehlukene nakancane siphuma sendelinye njengobanibona ukuzalana kwabo khokho bethu mina engifisa ukukwazi kakhulu imvelaphi kaGatsheni lapha kuthiwa singabenguni kodwa ezithakazelweni sibuye sibizwe ngabesuthu cha nina bakwa sihlangu sihle yithi abantu. 08 5407 626

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén