πŸ’›

izithakazelo

Ndwandwe, Nxumalo

Abantu bakwa Ndwandwe baduma kakhulu ngesikhathi kubusa u Zwide eLangeni. Banobuhlobo obukhulu nabakwa Ngwane.
ULanga wazala uMavuso owazala u Ludonga yena wazala u Xaba owazala uLanga wesibili yena owazala uZwide.
UZwide yena wazala uNomhlanjana, Shemane, no Sikhonyana.
Khona kwa Ndwandwe kukhona no Manukuza owazala uNxumalo owazala uGasa, owazala uZikode, owazala uSoshangane owazala uMzila no Mawewe. UMzila yena wazala uNgungunyane.
Ake sibathakazele:
Zwide ka Langa
Ndwandwe, Mkhatshwa
Wena wase Gudunkomo
Wena wasezikhotheni
Ezingakhothi ngomlomo kodwa ezikhotha ngo mkhonto,
Mkhatshwa
Nkabanhle
Somaphunga
Masuku
Zwangendaba
Simelane…

Popular people from Ndwandwe last name

Zesimdumise Ndwandwe Nxumalo (Business/Finance)
Known as “Ze” in corporate circles. Former competitive swimmer who represented South Africa. BA Law graduate from University of the Witwatersrand. Founded Uber cab business while studying, grew from one car to four cars with eight drivers. Became CEO of Ensure security company at age 25, grew workforce from 200 to several hundred. Founder of Zig Holdings investment company. Has consulted for Blue Label Telecoms, EOH, and Cell C. Board member of SA Taxi Foundation and co-owner of Vibrant Outdoor. [citation:2]

Popular people from Nxumalo last name

Zesimdumise Ndwandwe Nxumalo (Business/Finance)
Known as “Ze” in corporate circles. Former competitive swimmer who represented South Africa. BA Law graduate from University of the Witwatersrand. Founded Uber cab business while studying, grew from one car to four cars with eight drivers. Became CEO of Ensure security company at age 25, grew workforce from 200 to several hundred. Founder of Zig Holdings investment company. Has consulted for Blue Label Telecoms, EOH, and Cell C. Board member of SA Taxi Foundation and co-owner of Vibrant Outdoor. [citation:2]

Royalty from Nxumalo last name

Ndwandwe Kingdom (Nxumalo)
The Ndwandwe are a Bantu Nguni-speaking people who owe their name to one of their early chiefs and are also known as the Nxumalo. They established a powerful kingdom between the Pongola River and the Black Umfolozi River during the eighteenth century. Under the leadership of their king Yaka, they dominated the region. Today, they can be found in South Africa, Eswatini, and Zimbabwe.
King Zwide kaLanga (c.1758-1825)
The most renowned king of the Ndwandwe, ruling from about 1805 to 1820 from his capital on Magudu Mountain south of present-day Pongola. Around 1818, his armies destroyed the Mthethwa under King Dingiswayo at Mbuzi Hill, leaving Zwide as the most powerful leader in the region. In 1819, he launched a second expedition against Shaka’s Zulu, but his forces were decisively defeated at the Battle of Mhlatuze River in 1820, leading to the fragmentation of the Ndwandwe nation. His generals and sons, including Soshangane and Zwangendaba, led segments of the Ndwandwe northwards, establishing the Gaza Empire in Mozambique and the Ngoni peoples in Malawi, Zambia, and Tanzania. The remaining majority were absorbed into the Zulu Kingdom.
Dr Siyabonga Nxumalo (Royal Historian)
Postdoctoral Research Fellow at the Johannesburg Institute for Advanced Study, University of Johannesburg. His research focuses on the histories of chiefdoms and the British strategy to dismantle the senior branch of the Zulu royal family (Usuthu) from 1880 to 1913. His work examines the intersection of social structures, power dynamics, and historical narratives, contributing to a deeper understanding of South Africa’s royal past.

Previous

Nzama, Mdunge, Maphumulo

Next

Fakathi, Fakazi, Dlomo, Guma, Duze

7 Comments

  1. thembelani ncube

    ngicela ukwazi umahluko phakathi kwesibongo sakwa nkomo nesakwa ndwandwe,nxumalo,gasa,sengwayo,

  2. ZEKHETHELO NXUMALO

    ZWIDE!!!?MaZwide ongenankingaβ™‘β™‘Proudly ZWIDE kaLanga

  3. Ndabezinhle Gwetshwayo

    Can anyone with knowledge help me trace my roots.
    Our surname is Gwetshwayo, very rare indeed, but our izithakazelo include;
    Mdungazwe,
    Ngungunyane owangungunya abafazi namadoda,
    Mzila kawulandelwa,
    Owulandelayo uyazibambelela,
    Gasa,
    Mnene,
    Ndwandwe,

    Others include,
    Thungatha,
    Qubuka,
    Hlathikhulu,
    Songwane,
    Amajah’omkhonto agwaza ekhwel’intaba,
    Isende libukubuku elehlul’inqola yeNkosi,

    Oral history says our great grandfather came to Mzilikazi accompanying a sister who was married to king Mzilikazi .
    It’s common knowledge that we are Ndwandwe , and AmaShangane.

    I’m trying to find out that we are Nxumalo.
    If so why and how the change of surname?

    • zimele mpisane

      contact me on whatsapp 0847755529

    • zimele mpisane

      uLanga wokuqala wazala uGasa wokuqala/manukuza wokuqala/Nxumalo kwakuyisidlALISO NXUMALO KWAGCINA SEKUYISIBONGO SO INDLU ENCANE YAKWA NDWANDWE YAYIBIZWA NGOnXUMALO WASE NXUMALO WAZALA MAKWEYA YENA WAZALA UGASA WESIBILI YENA WAZALA ZIKODE YENA WAZALA SOSHANGANE YENA WAZALA UMZILA,MAWEWE &MPISANE UMPISANE WAZALA DEMULANI,MPIKANISO,GEZANE,ZONZOVHIYA, NABANYE ABANINGI MINA NGIQHAMUKA ESENDENI LAGEZANE OWAGCINA AKHE EMTHWALUME,KZN SO I THINK WENA UQHAMUKA KWENYE YAMADODANA ANGUNGUNYANE NATHI SASISHINTSHA SBONGO SABIZA UMPISANE BT SIQHAMUKA KWI FAMILY EYODWA KWANDWANDWE ALTHOUGH ABANYE BEBIZA UMZILA,ABANYE GASA,ABANYE MPISANE,ABANYE BABIZA ULANGA,ABANYE UMASUKU WE A FROM NXUMALO AND NXUMALO WAS THE SON OF LANGA FROM THE NDWANDWES UNGUNGUNYANE WAS THE LAST KING UKUBUSA GAZA KINGDOM USAHLANGENE AMA PORTUGES AHLASELA GAZA KINGDOM BATHATHA INKOSI YETHU UNGUNGUNYANE NAMA DODANA AYO YAGCINA IKHOTHAMELE KHONA EPORTUGAL INKOSI UNGUNGUNYANE NGESKHATHI SEBEHLASELE KWAGAZA UMPISANE WAQOQA ROYAL FAMILY EYAYISISELE BABALEKA BEZA EMPUMALANGA AFTER THAT WAR YAMASHANGANE NAMA PORTUGES SAHLAKAZEKA ABANYE BAYA ZIMBABWE,ABANYE BASALA MOZAMBIQUE ABANYE BEZA SOUTH AFRICA UMPISANE WAFIKE WAKHA UMUZI WAWUQAMBA WATHI IKWAMPISANE WASEHLALA EBA INKOSI EKUHAMBENI KWESIKHATHI WAFIKA BUYISONTO SEBEDEDELWEN EKUDINGISWEN UMPISANE WAMBUYISELA UBUKHOSI NAMANJE USAKHONA UMUZI KAMPISANE KUYAYIWA KUWONA DURING HERITAGE EVENTS UBUYISONTO YENA WAYEZALWA UNGUNGUNYANE BUYISONTO WAZALA MAFEMANE YENA WAZALA ERIC MPISANE 2 OKUNGUYENA OBUSA ISIZWE SAMASHANGANE MANJE KHONA NABANYE ABABALEKA NGESIKHATHI SIHLASELWA BASHINTSHA umzila bathi bangabaka mlilo ngoba besaba so there are many surnanes aqhamuka kwandwandwe lenkade ngikubalela yona indlu yakithi endlini enkulu kwakukhona umavuso ezalwa ulanga ludonga ezalwa mavuso xaba ezalwa ludonga ulanga 2 ezala uzwide yena zwide wazala somaphunga,skhunyana somaphunga wazala mankulumana, enye indlu mavutana wazala nkuna yena wazala mbhatsana yena wazala mabuse yena wazala kwaxu yena wazala mbangwa yena wazala sihlubana yena wazala muhlaba yena wazala sihlubana 2 yena wazala mpumulana obusayo manje so wena siqhamuka endlini eyodwa nawe kamanukuza

  4. ntombifuthi masuku

    Nami ngithini angasukume npkuzibongela ngikuba uzwide Masuku sothondose nenkoso ayiqedwa

  5. Faith Ndwandwe

    I am a proudly Ndwandwe.
    Masuku Mkhatshwa dis page touches lives!!!!

Leave a Reply to zimele mpisane Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén