Izithakazelo zakaMwandla:
Nkwela, Themane, Ndubane, Mpangazitha Nina Enaduba izinkomo zamabhunu, Mqabula Nkungu Kwavela ilanga, Sbongo Esihle Esidlula Zonke Izibongo Emhlabeni,
Uma Uhlangana Nathi Ubothi Nkwela, Ndubane, Nina enaduba izinkomo Zamabhunu !!
Ubukhosi kahle hle bukini, nazwala nakho!
KaMwandla boze bavume ukuthi isezigwilini
Wonke amantombazane afuna ukuganela khona.
Ofuna ukuthatha kaMwandla alungize izinkomo eziyishumi nambili ngoba kusebukhosini
Sibonge lapho kwiSilo saMawandla Guduza Imeyili umfokaMapendane ngokusibuhlanganisa sibe yimbumba
Uthini lapho Ndlondlo Enophaphe Ekhanda, khuphuka nabo lapho Diyayiva Kamthunyela, iSilo sakaMwandla isona iNdumandumane Eyaduma ezizweni,
Ubosholo phansi uthi iSilo Samawandla, wena owabhukuda emkhomazi ilapho owathola khona uqeqesho esizibeni kaGuzu naseNgqumsheni
Sombheshane Clan Names & Family History | Umlando
Kubheka (Sombheshane) kaMasobode – known for his intelligence and unifying clan. Khathide kaKubheka – known for war discoveries, and leadership.
Makhubo Clan Names & Family History | Umlando
Clan Names, Meaning & History.
Izithakazelo zakwa . Surname. Sereto sa .
If you know its Meaning, Clans or History, please add it by making a comment below.