uQwabe uzala uMahlobo
uMahlobo azale uSidinane
uSidinane azale uKhuzwayo
uKhuzwayo azale uSimamane
uSimamane azale uLufutha
uLufutha azale uMncinci
uMncinci azale uKhondlo
uKhondlo azale uPhakathwayo!

Umlando wakwa Qwabe | Imvelaphi: Qwabe

Umlando Wesibongo SakwaQwabe Isibongo sakwaQwabe sivela egameni lenye yamadodana kaMalandela, uQwabe. UQwabe wayelanywa nguZulu okwenza imilando yabo ifane. Njengazo zonke Read more

Izithakazelo Zakwa Makhanya

Izithakazelo Zakwa Makhanya Makhanya,Mnguni,Yeyeye,Gumede,Qwabe,Phakathwayo,Khuzwayo,Maphithini,Mpangazitha,Duze kaMnengwa Gcwabaza,Thusi, Lingela,Zukezela, Makhutha,Mfene,Wena owakhanyisa ngothi lomshanelo ngoba ezonda ubumnyama,Wakhanyisa ngothi lomshanelo kwaze kwasa luvutha MAKHANYA!!!! Read more