Tenza
Mkhont’obovu ,mkhonto ungaba bovu uzuke sowuncokazi
Bungelo , Hlanjwa
Hlanjwa ngobubende abanye behlanjwa ngamanzi
Gqabul’thusi liyabenya
Mbabal’ecaba eyakhala emalowe yathi Meee
Ngubengwe , Ngubebutho
Nina enabungela indlu yakoNdunakazi
Shezi!
Search Results for: amanzi
Nqadini Clan Names, Meaning, Origin & History
Nkala ka Mphandana, Vumisa Thiyane.
Mathundela owathundela enkundleni kwavela amaduna namathokazi.
Nodlomo akadliwa udliwa ngabamthandayo, sitya esihle esidlela izinto ezimnandi amasi nenyama.
Mpundwana ezincinci ezilingana ukuhlala. Mbengβ order osinda amadoda. Mahlala egezile ngoba ethanda ubuhle. Fohla owafohla amathambo engwenya.
Dungamanzi, mnabase unabise okwethangazana.
Mbizana eyafa kabuhlungu ibhekise amanqondwana phezulu
Nkanini clan names & History
Izithakazelo zakwa Nkanini
Nkanini, Khanyile, Luvuno Nina enivuna ebsika abafokazane bevuna selibalele, Mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, Ngwane, JAMA kaSjadu, mawela umfula ugcwele izingwenya ngoba uthi ifela khona enkanini, Linda mkhonto, Mangethe, Nina bakwamatiwane, Omwelase abangawelanga ngaziziba abawela ngezimpambosi zomfula zasodumase. Langa ongenandlebe angaba nayo weza nonina, Shalashala elihle elithi ukuvuma ngokulandula, Mabhuqa, Sogodi, Mashaya umuntu aphindele la asuka khona, madla isinkwa esinothotho!
Izithakazelo zakwaNhlenyama Clan. Nhlenyama History
Izithakazelo zakwaNhlenyama ‘Bhodoza mgazi’ nkonjane’ mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi…….