Izithakazelo Zaka Ntini

Ntini
Mxhele wamakhosi
Mhlekazi wase msekeseni
Mafavuke njengel’dzangamane
Mafayigcwele
Mabonabulawe inyoka leluhlata ungayibona iyakuhlolela
Dongamanzi ngey’mpiko zayo
Wena wasemanti
Wena longadli imfishi usaba kubola

Izithakazelo zakwa Moyeni Clan Names

Moyeni,
Nondabula,
Mabhudu Mwayi,
Msongi,
Usomabhubezi obhonga kunyakaze isizwe,
Unoganitshitshi undabezitha ka Ndizi,
umenzi kamenziwa,
Inkunzi ebodla ngezilimi kuzamazame umhlaba,
umadlakasuthimpi ingakapheli iphela uma ekhotheme,
undlebe zikhanya ilanga livela empumalanga likhanyisela izizwe,
kugiya amadoda kulilizela intombi ngokuba uhlanga lumilile luphuza amanzi angomiyo !
Bayede ndabezitha
Somabhubezi
Wena we Zulu!!!