Izithakazelo zakwa-Sibiya
Ndaba,
Gumede
Sibiya ngenkomo, abafokazana bebiya ngamahlahla,
Nina bakwankom’isengelwa emaweni,
Ingasengelw’esibayeni akuyon’eyakhona.
Gumede kaNdaba,umanyelela njengentombi iy’esokeni,
Mkhananda owafinyelela kubalondolozi,
Wemuka noGodokazi way’eMfolozi.
UHhiya kwabanani,
Okwaphwekwa esendlini,
Kwaze kwephulwa esendlini,engazange afe ukufudumala,
Mgxebe!
Khathi!
Nina bakaSotobe kaMpangalala!
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
uNkoninga uhlangana kanjani noSibiya?
sibuyi and Mthunzi
Ngabe usibiya uyakwazi ukuthatha ka Gumede?
Cha