πŸ’›

izithakazelo

Tag: leek Page 3 of 5

Izithakazelo Zakwa Ngiba Clan Names Umlando

Ngiba,
Mabhodla,
Mlungwana,
Mbonambi,
Maphalala,
Mananga,
Mahlaba,
Mbuyazi,
Mshimshazi,
Dlomoshe omnyama owavela kwasoshangane kwabaleka abantu,
Madipha,
Zikhungwini,
Sidlayiya ngendwandwe,
Mahlafuna ahlanze njengomntwana,
Mabhodla maphimise,
Khwifa mancinde abanye,
Gqibigqaba kwezinde nezimfishane,
Mahlaba aluphendule,
Mboqoza uzogwaza inyamazane,
Mabuya nomuntu abuye nenkunzi,
Ndunakazi,
Bayede,
Wena owadidizisa uZulu wathi bewungapha kanti ungapha,
Wezwaka ethi Ngiba sathe,
Ngiba sathe,
Akuvumi,
Wena owabamba impi uhleka,
Wena ositha kasikho !

Izibongo zakwa Mashinini

isithakazelo sakwa Mahlaba

mina ngazi lezi zithakazelo zakwa Mahlaba : Mahlaba, Junda, Mabhazulwa, Maphawulahle, Cindi. ngabe zikhona ezinye ezishodayo?

Izithakazelo zakwa Mahlaba Clan Names

Mahlaba Sunrname info

Mahlaba
Junda
Mbonani
Nhlangambili zingaba ntathu
ziyaqhoboka!
Silwa ngosana amadoda elwa nge mkhonto
Wena ka ndingindwane odla imikantsha
Wena oka mphanzela!!!

Page 3 of 5

Β© 2026