clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Mabhodla

Mbuyazi clan names

Mbonambi,

mabhodla,

mkhosana,

ngiba kamananga,

mabuya nomuntu abuye nankunzi

ndunakazi

mangena ngasitho ekhaya

wena owawela ulwandle lugcwele

wena ongathekeli emzini yabantu

mageza ngobis’amanz’ekhon’emlanjeni,

wena malima ngengwabulo abany’belima ngamageja.

Izibongo zakwaMbonambi

Mbonambi Clan Names – Izibongo zakwa Mbonambi

Mabhodla,

Mbuyazi,

Ngiba kaMananga,

Wena owaya ngaphesheya kwezilwandle wabona abantu abazindlebe zikhany’ilanga,

Mabuya nomuntu abuye nenkunzi,

Ndunakazi!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: