๐Ÿ’›

izithakazelo

Tag: moshupje Page 13 of 805

Izithakazelo zakwa Tshona Clan Names

Tshona Clan Names

delwa ka ndaba

ndaba zase mzini

sobose

Manci

ndebevu

Izithakazelo Zakwa Phakathi,ย Phakathi Clan Praises

Izithakazelo Zakwa Phakathi,ย Phakathi Clan Names ,ย Phakathi Clan Praises
Nina bakwaMthent’uhlabausamila
BakwaJuqulodlamahleza
BakwaNyoni kaMamasiyephi
Ibuye noNgce eSibgubudu
Yathi Mamase phumungicombele
ZinamanyayezakoSozayi
Zibuye nembewisaphethwe
Nina bakwaMthonguthongwana
UmuthodlamaNyanyambeya
Nina bakwaSigagu
Nina bakwaZikhethankomo
Nina bakwaMhlambushiyanukwayusa
Nina bakwaNdamase wasekuYeyeni
Nina bakwaLanga liphume ladela
Lakhumbuyamanyamayanga
Laze lakhumbula koMafuya
Nina bakwaMlotshwa
Nina bakwaSambane!

Wushe Clan Names

Wushe; Masinda ngonwalu abanye besinda ngobulongwe

Tshwala Clan Names

Tshwala
Gojela
Bahlali
Nsele kalinda Mkhonto
Dunjwan
Mzila
Nhliziyo
Nsele Nduna
Abalindi nabalindakazi !

Page 13 of 805

ยฉ 2026