Izithakazelo zakwa Nkomonde

Nkomonde,
Msuthu,
Mfuphi,
Ndiyema kamthanti,
Mdladla odlemini,
Wena wakwamacebisa kuyasa,
Wena owalingwa zintaba zendelana,
Mlotshwa,
Mkwena wena owawela ngesilulu elisuthu,
Dlomo!

Izibongo zakwa Magagula

Magagula Mthombeni,Msuthu,Gujwa,Ntenga,Duma,Thabisa,Mvenya Abakwa Magagula nabakwa Mthombeni abantu banye.

Izithakazelo zakwa Memela

Izithakazelo zakwa Memela Gambu,Msuthu,Ntethe,Mathamahle,Sikhakha simantwenguntwengu ngokudliwa yinundu,Ngwekazi kaLanga,Nontuli! Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Memela Whatsapp / call: 061 868 5163 Prices: t-shirt: R200Hoodies: Read more