izithakazelo

Tag: tshezi Page 2 of 3

Clan Names, Meaning, Origin & History

Surname Origin, Meaning & Last Name History

: If you know any information about this surname, such as Meaning, Origin, History or Clan names, please add the info in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

.

Please use the form below to add info for this or another surname/clan name:

Please complete the required fields.

Amagama amqondofana

Nina beLembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha!

Sekwaba yinsakavulela umchilo wesidwaba ukuthi abantu abampisholo ubezwe bevitiza ngesilungu noma kuhlangene amaZulu wodwa. Ngikhuluma nje kweminye imizi ulimu lukaMageba selwafana nomzondo, kuthi noma abazukulu bevakashele oninakhulu kuhambe isilungu phambili wena owabona umchamo wasekuseni, zivele ziyime emthumeni ke kwintombi endala kube sengathi icala ukuthi ayisazi isilungu. Okungimangazayo ukuthi nalaba engangifunda nabo le emakhaya kwelakithi elingafelwa nkonyane namhlanje abasakwazi ngisho nokubhala amanye amagama esiZulu ngoba bekubona kuyichilo ukuba wumZulu ophelele nozigqajayo. Kanti ukube ngangingemZulu ngangiyoba yini?

Nina bakaNogwaza Eguqile Okwethole LikaNdaba!

Nina BakaHlamvana Bhul’umlilo Endulinde!

Nina BakaLanga Lisehlule Sesingamavikithi

Nina BeNkayishana KaMenzi Eyaphuz’umlaza Ngameva

Nina BakaBhejane Phum’esiqiwini

Ake sikusukumele ukuqhakambisa ulimu lwethu ngoba uma sizithela ngabandayo amanye amagama anothisa lolulimu ayogcina eshabalele. Lolulimu salunikwa okhokho, olubalwa kubo uNodumehlezi kaMenzi owaba neqhaza nokuqamba amagama alinganiselwa ezinkulungwaneni ezilushumi nesishiyagalolunye (19000), washoda nje ngamagama alinganiswa ezinkulungwaneni ezimbili (2000) ukuze inani lawakhe lilingane nalawo aqanjwa umbhali uWilliam Shakespeare kwamahlophe abelungu.

Namhlanje ake sibheke amagama amqondo fanana, noma achaza into eyodwa. Amanye alamagama asabaluleke  kakhulu kwaZulu ngenxa yokuthi ayeyindlela yokuhlonipha.

isibonelo: uma igama likababezala kamakoti kuwuManzi, wayengeke alisebenzise kodwa uma ekhuluma ngamanzi wayezothi amandambi noma amacubane.

Angingabe ngisaphlisa maseko, angihlale amagqozo kulawa engiwakhumbulayo ngezansi;

1 Indlela / Inyathuko = path

2 Gibela / Khwela = to hop on

3 Umiyane / umndozolwane = mosquito

4 Uvalo / ingebhe / itwetwe / ukungenwa amanzi emadolweni = fear

5 Umangobe / ikati = cat

6 Inja / Ingcanga = dog

7 Inkukhu / impandane / isiphandamazala = chicken

8 Unyoko / umama waloyo okukhuluma naye / mother of the person you are talking to

9 Unina / umama wakhe = his/her mother

10 Impakama / ilanga / intshida = sun

11 Ukukhophoza / ukubheka phansi ngokushaywa amahloni = to stir on the ground shyly

12 Amabhodwe / izimbiza / amakhanzi = pots

13 Umhluzi / isobho = gravy / soup

14 Ingonyuluka / iqiniso elimsulwa = honest truth

15 Isihluthulelo / isikhiye = key / lock

16 Iseqamgwaqo / undondindwa / umuntu wesifazane ongaziphethe kahle = a promiscuous woman

17 Isipatsha / isipawupete / intombi enhle kakhulu = a beautiful young woman

18 Umalokazana / umakoti = dauther-in-law

19 Ingodosi (ingoduso) / umuntu wesifazane oselotsholwe / wife-to-be / fiancée

20 Indle / itshe lentaba = a polite word for “shit”

21 Umbungu = featus

22 Inani / intengo = price

23 Ikhala / impumulo = nose

24 Amehlo / amaqaphelo = eyes

25 Imali / inkece / uphacane = money

26 Amafutha / amathambiso / amagcobo = oil

27 Amaqanda / amachoboka = eggs

28 Umfana / umkhapheyana = boy

29 Utshwala / amanzi amponjwana = alcohol

30 igwala / ivaka = coward

31 Umthondo / ipipi / iphobane = penis

32 Ukuzigqaja / ukuziqhenya = to be proud

33 Ugqozi / ufuqufuku / ilukuluku / umqhanagu = enthusiasm  / oomph / having great energy

34 Ikhehla / ixhegu = a very old man

35 Iziqabeko = sanitary pads

36 Indoda / injeza = man

37 Inkinga / ingwadla = problem

38 Indlu / inkathelo = house

39 Phuza / natha = drink

40 Isinkwa / isiphoco = bread

41 Ukweshela / ukuqomisa / ukukhuzela (shouting of love vocatives) = to woo a girl/woman

42 inyama / incoso = meat

Ngiyethemba nawe unawo awakho ongasicobelela ngawo kumaComments;

Nime njalo! Nina Besilo!

Soka Mthembu

Amagama amqondofana

Amagama amqondofana angamagama anikeza umqondo ofanayo, noma anencazelo efanayo, asho into eyodwa.

amanzi ∼ amadambi
casuka ∼ dinwa
hlomula ∼ zuza
igceke ∼ ibala
igwala ∼ ivaka
ikhala ∼ impumulo
indlela ∼ inyathuko
indlu ∼ inkatheko
indoda ∼ injeza
inja ∼ ingcanga
isibhamu ∼ umkhono wekati / izulu lezandla
iso ∼ iqaphelo
isu ∼ icebo
liyana ∼ kuyanetha
phuza ∼ natha
ubhozo ∼ uqukula
ukudla ∼ ukumaya
ukuhlangana ∼ ukunqwamana
umbani ∼ umphazimo
umfana ∼ umkhapheyana
vimba ∼ nqanda
uvalo ∼ itwetwe / ingebhe

Amagama Ezingane Esizulu 😍 Zulu Baby Names

Amagama  Ezingane Esizulu 😍 Zulu Baby Names

A

B

D

G

H

J

K

L

M

N

O

P

Q

S

T

U

V

W

X

Z

🏆

  • Sandile Zungu
    Sandile Zungu (Finance/Sports)
    Businessman, founder of Zungu Investments, and owner of AmaZulu FC.
  • Alexander Grey Zulu
    Alexander Grey Zulu (Politics/Law)
    Prominent Zambian politician and cabinet minister.
  • Onthatile Zulu
    Onthatile Zulu (Sports)
    Rising star in South African field hockey and national team player.

  • Misizwe Mtshali (Technology/FinTech) – South African tech professional who worked at Microsoft and MTN Business. Now based in Singapore as an entrepreneur in the FinTech space.
  • Princess Kasune Zulu (Legal/Social Justice) – Zambian HIV/AIDS activist and author included in “Notable African American & Black Heritage” biographical profiles.
  • Ntandoyesizwe Zulu-Tembe (Royalty) – Daughter of the late amaZulu King Zwelithini kaBhekuzulu and Queen Mantfombi Dlamini. Married to businessman Moses Tembe.

Princess Kasune Zulu (Legal/Social Justice)
Zambian HIV/AIDS activist and author included in “Notable African American & Black Heritage” biographical profiles. Advocate for social justice and public health awareness.

Ntandoyesizwe Zulu-Tembe (Royalty)
Daughter of the late amaZulu King Zwelithini kaBhekuzulu and Queen Mantfombi Dlamini. Married to businessman Moses Tembe. Represents continuity of Zulu royal heritage.

Zulu I kaMalandela (c. 1627-1709)
Founder of the Zulu clan, son of Malandela. When Malandela died, he divided the kingdom into two clans, the Qwabe and the Zulu. Zulu I established the royal lineage that would eventually unite numerous clans into the powerful Zulu nation.

King Shaka kaSenzangakhona (c. 1787-1828)
Founder of the Zulu Kingdom and one of the most influential monarchs in African history. Through military innovation and strategic conquests, he transformed a small chiefdom into a powerful empire that dominated much of present-day KwaZulu-Natal. His policies and military reforms created the foundations of Zulu identity and power.

King Mpande kaSenzangakhona (1798-1872)
Half-brother of Shaka who reigned from 1840 to 1872. He had at least 28 children by different wives, many of whom have living descendants. His reign saw the Zulu kingdom maintain its independence while navigating complex relationships with Boer settlers and British colonial forces.

King Cetshwayo kaMpande (1834-1884)
Son of Mpande who led the Zulu nation during the Anglo-Zulu War of 1879. His forces achieved a famous victory at the Battle of Isandlwana but were ultimately defeated. He was later restored as king before his death in 1884.

King Goodwill Zwelithini kaBhekuzulu (1948-2021)
Longest-reigning Zulu monarch, ruling for nearly 50 years from 1971 to 2021. He had six wives and 28 children. He revived cultural practices including the annual Reed Dance ceremony to promote pride in Zulu traditions and HIV awareness. He was a direct descendant of King Cetshwayo, who led the Zulu nation during the 1879 war against the British army.

King Misuzulu kaZwelithini (b. 1974)
Current reigning monarch of the Zulu nation, installed in 2021 following the death of his father. His mother was Queen Mantfombi Dlamini, daughter of King Sobhuza II of Eswatini. As the son of the “Great Wife” whose lobola was paid by the nation, he is the rightful heir according to Zulu tradition. His reign has faced legal challenges from other branches of the royal family but continues with the support of millions of Zulu people.

Page 2 of 3

© 2026