Umjokwane kandaba, kusala kutshelwa kusala kumenyezelwa. ibhilika lika ndaba elithethwa ngezinyembhezi elinjengo lwakwa phiko wase bulaweni.

inyathi lika ndaba elihambiswa ngo mazibuko. elinjengo mzingeli komafekana,

omphebezihle zako mjokwana.

abazidlela ngama nxasakazi.

odla umfazi umkasikazwayo wadla nendoda.

wadla umahamle kanomlomo, wadla unhlambase ibhincikazana elalithetha izindaba zase bulaweni.

wadla omphephethwa komafekana.

wadla umsikazi kondumoshe.

ingabe wayokwenzani koma basamlilo lapho owaqeda umhlambi wabantu nezi nyamazane.

odlulisa okomiyane komafeka na mphebezihle zakomjokwana.

umayemaye!!!!

undabezitha!

bayede!!!

umtwana!!

bayede!!!

ubuso buhle obungenandawo yebo yokusolwa!!!!

bayede!!!

ngyehla ngedolo. ngyakhothama..

bayede!

zulu uyasabeka!!!

bayede!!! inkunzi ye bhubesi!!!

inkosi kayiqedwa….!!!

uyizulu!!!

THOLA ESAKHO ISIKIBHA ESINESITHAKAZELO SAKHO. ORDER: 061 868 5163 (WHATSAPP OR CALL) PRICE: R200

THOLA I-HOODIE ENEZITHAKAZELO ZAKHO: ORDER: 061 868 5163 PRICE: R400