πŸ’›

izithakazelo

Xulu, Meaning, Origin & History

Izithakazelo zakwa-Xulu

Makhathini,
Gxabhashe,
Donda wasEnkweleni,
Khuhla phansi njenge khowandlovu,
Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo,
Wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
Sonkophe,
Sombizi!

>> Imvelaphi yakwa Xulu | Xulu history <<

Previous

Sibiya, Meaning, Origin & History

Next

Sikhakhane, Meaning, Origin & History

6 Comments

  1. Xabhashe

  2. Phuhla phansi

    • NONKULULEKO

      Phuhla phansi, not khuhla phansi

  3. ngicela uqinisekise phuhla phansi noma khuhla phansi

  4. Siyabonga futhi siyaxolisa kakhulu, kwaba yiphutha.
    Sesilungisile.

  5. Siyabonga futhi siyaxolisa kakhulu, kwaba yiphutha.
    Sesilungisile.

Leave a Reply to NONKULULEKO Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén