πŸ’›

izithakazelo

Xulu, Meaning, Origin & History

Izithakazelo zakwa-Xulu

Makhathini,
Gxabhashe,
Donda wasEnkweleni,
Khuhla phansi njenge khowandlovu,
Ntulikabongwa ubonga yena uzona umlomo,
Wena owashaya phansi kwavela abantu nezinkomo,
Sonkophe,
Sombizi!

>> Imvelaphi yakwa Xulu | Xulu history <<

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Sibiya, Meaning, Origin & History

Next

Sikhakhane, Meaning, Origin & History

4 Comments

  1. Phuhla phansi

    • NONKULULEKO

      Phuhla phansi, not khuhla phansi

  2. ngicela uqinisekise phuhla phansi noma khuhla phansi

  3. Siyabonga futhi siyaxolisa kakhulu, kwaba yiphutha.
    Sesilungisile.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026