Zimu Clan Names 😍 Izithakazelo zakwa Zimu

Amancube amazilankatha ansundu nangenyawo
Akhonza agoduke abuyele ekhaya
Ayowakha umuzi omkhulu
Nina bakwamalandela ngokulandela ilanga
Nina bakwamtheli umamtheli ulele ngaphandle komuzi
Uhlubulile akaqoki ngubo uhlekwa yizingwe nezingonyama azimhleki ziyamkhalela ngoba ziyizinyamazane
Nina bakwaNkomo