clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: December 2016 Page 5 of 7

Ukuchitha kwenkabi

Ukuchitha kwenkabiUkumisa kwenkabi izimpondo zivulekile.

Ukuchathazelwa kwelengane

Ukuchathazelwa kwelenganeUkuxoxelwa izindaba ezingandile.

Ukucela induku

Ukucela indukuUkwedelela okudala impi.

Ukubuya nempande yesikhova

Ukubuya nempande yesikhovaUkuba neshwa ungaphumeleli entweni obuyizama, usuke ungazuzanga lutho.

Ukubuya inhlazane

Ukubuya inhlazaneUkubuya kwezinkomo emini yasekuseni sezizosengwa.

Ukubulala inyoka

Ukubulala inyokaIzinto noma abantu abaningi.

Ukubophela amanqina enyathi

Ukubophela amanqina enyathiUkwakhela uzungu.

Ukubukana ngeziqu zamehlo

Ukubukana ngeziqu zamehloUkungezwani.

Ukubeka icala

Ukubeka icalaUkumangalela umuntu.

Ukubhongela emswanini

Ukubhongela emswaniniUkukhala emva kwendaba.

Page 5 of 7

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: