Izithakazelo ZakwaMbuyazi

Izithakazelo Zakwa Mbuyazi

Mbuyazi!
Mbonambi!
Ngiba kaNomagama!
Mageza ngobisi amanzi ekhona!
Mabhodla wena owabhodl’ ulwandle lugcwele!
Wawela ngaphesheya, owalamb’ endleleni waze wadla ubukhwebezane!
Nkonyan’ yenkosi!
Mkhosana!

Leave a Reply

This site uses Akismet to reduce spam. Learn how your comment data is processed.