clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: September 2018 Page 5 of 31

Amahle Dlamini

Amahle Dlamini  

Amahle Dlamini clan names are found here.
Izithakazelo zakwa Dlamini zitholakala kule-website https//zuluring.blogspot.com/p/izithakazelo_11.html

Amahle Dlamini

Amahle Dlamini  

Amahle Dlamini clan names are found here.
Izithakazelo zakwa Dlamini zitholakala kule-website https://zuluring.blogspot.com/p/izithakazelo_11.html

Eugene Dlamini

Eugene Dlamini  

Eugene Dlamini clan names are found here.
Izithakazelo zakwa Dlamini zitholakala kule-website https://zuluring.blogspot.com/p/izithakazelo_11.html

Ndabezitha Clan

Ndabezitha Clan

Ndabezitha!
Zulu kaMalandela ngokulandela izinkomo zamadoda,
Zulu omnyama ondlela zimhlophe,
Wena kaPhunga noMageba,
Wena kaMjokwane kaNdaba,
Wena wenkayishana kaMenzi eyaphuza umlaza ngameva,
S’thuli sikaNdaba,
S’thuli sikaNkombane,
Wena kasihhawuhhawu siyinkondlo bayikhuzile ngoba ikhuzwe abaphansi nabaphezulu,
Wena kanogwaja omuhle ngomlenze,
Wena kaMbambelashoba,
Ndabezitha!

Zulu surnames starting with N

Zulu surnames starting with N

https://zuluring.blogspot.com/p/izithakazelo_11.html

Zulu surnames starting with M

Zulu surnames starting with M

There are more Zulu surnames starting with M than any other letter. See link below.

https://zuluring.blogspot.com/p/izithakazelo_11.html

Joyous celebration – akasoze mp3 download

Joyous celebration – akasoze mp3 download lyrics

Phakathi kwezinhlupheko kukhon’
ameva ahlabayo
Into engiduduzayo, ucabanga ngami.
Uyacabanga ngami, Nkosi wena
ucabanga ngami.
Mina angesabi lutho, wena Jesu
ucabanga ngami.
Owuqalile umsebenzi uzowufeza
empilweni yami
Nom’ usathane ehlasela,
ngiyamethemb’ owase Calvary.
Msindisi wami wongihola
Obambisisa isandla sami,
Akasoze angidele owangifela Calvary

Izithakazelo zakwa Masinga Clan Names

Izithakazelo zakwaMasinga

Shobane,
Ngonyama,
Mbokweni omhlophe ogibela igagasi,
Mangethe!

Izithakazelo zakwa Ntanzi Clan Names

Izithakazelo zakwa Ntanzi 😍 Ntanzai clan

Ntanzi,
Msangula,
Ndabezitha,
Wena woshul’ ezidla emhlanjaneni kasojajase,
Ntombela,
Mahlobo,
Mpangazitha,
Sogatshase,
Malandela owalandela izinkomo zamadoda,
Dlukula,
Dledle

Funeka Clan Praises

Funeka Clan Praises  

Ganu ganu,

Vadima,

Ncamula,

Jingose,

MaDlokuvu,

Awucedwa njengambangazitha!

Page 5 of 31

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: