Izithakazelo zakwa Mbonambi
Mbonambi,
Mabhodla,
Mbuyazi,
Ngiba kaMananga,
Wena owaya ngaphesheya kwezilwandle wabona abantu abazindlebe zikhanyβilanga,
Mabuya nomuntu abuye nenkunzi,
Ndunakazi!
Leave a Reply