Manana, Mcusi, Mbuyisa yamambane nina enidla nicakathise nibeke enzansi kwenkaba sbankwana simqumbeyelana singabamahoboshelana slambile ndlondlo lemyama eyadla ubulongo yaliba Mabele made ancelisa nangaphesheya komfula uMcusi wendlukulu akangakanani nasentendeni yesandla uyanela inyoni ezimbili enye yabheke zansi enye yabheka phezulu Manana Mcusi wendlunkulu!
Godlwana Manana
Ngicela umlando wakwa Manana nabo ubukhosi babo