clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: August 2019 Page 4 of 10

MAHLASE

SIBISI
MAHLASE
BHOVUNGANE

Gugushe Clan Praises

gugushe
Miya
gcwanini
sbewu ,esakhaba uvezi ngezinyawo

Izithakazelo zakwa Mendlula ne mvelaphi yale sizwe

Abantu bakwa Mendlula bangabokudabuka eSwazini ka Ngwane. e Swazini lesizwe sasiholwa u Dumisa ka Mendlula ka Ntimeni endaweni yaku Maphungwane eduze kwemingcele ye Swaziland, Mozambique ne KwaZulu/Natal. u Dumisa wasala enkundleni kubambene u Mendlula no Mathenjwa empini eyadalwa yisizwe sakwa Mathenjwa esasedlula kulendawo sivela kwelama Nyasa, Malawi silibangise eManyiseni KwaZulu/Natal. Kulempi abakwa Mathenjwa badla umhlanganiso, bahlabana nange mfuyo nokunye. Kwa Zulu isizwe sa kwa Mendlula safika khona siholwa u Masuku ka Dumisa safika sa khosela, sahlala ngaphansi kwesizwe sakwa Mathenjwa esasiholwa u Gamula ka Mtikibola ngeminyaka yama early 1800s. Abakwa Mendlula bangaba kwa Ntimeni ababizwa ngo Ntimbane kwelika Mabhudu, Mozambique.

Izithakazelo zakwa Mendlula ;

Mendlula, Ntimeni, Magezangobisi, Mhlophekazi, Mluhlu.

Leutle clan name

– Makgaleng;
– Tlou ya Mamphele;
– Moroka modubeng;
– Batho bago kata Kgomo ka feisi.

Imvelaphi

I want to know imvelaphi yamaNtakwende, Leta, Libele.

Bhuku Clan Praises

Bhuku snqash nkamangani mbhamla mfaz obelelide lincancisa ngaphesheya komlambo iingonyama zigqumela phantsi ngokuthand isizwe samaxesibe

Tshuma clan

I need isiduko sakwaTshuma

izithakazelo zakwa Madida Clan Names

umlando nezithakazelo zakwa madida

Ndaba clan names from matatiele

Just wanna know more about our relationship with the Ndaba clan in Bergville cos I hear we originated from there but our clan names differ kancane

AbakwaMnduna

Cha ngithi angibuze la, noma ningifunise, isibongo sakwa Mnduna, ngabe sisukaphi, ngiye ngizwe sihlangane no Maphalala, Gcumisa,
Anisize bo, iyangikhathaza lento

Page 4 of 10

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: