clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Month: February 2020 Page 4 of 16

Izithakazelo zakwa Madela

Izithakazelo zakwa Madela 😍 Madela Clan Praises

  • Longode,
  • Ndaba, Gqigqqi,
  • Jange kaHhoyiyane,
  • Wena kaNzamela!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Madela Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo Zakwa Madida

Izithakazelo Zakwa Madida

Ndlela

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Madida Whatsapp / call: 061 868 5163

Prices:
t-shirt: R200
Hoodies: R400

Izithakazelo Zakwa Madlala

Izithakazelo Zakwa Madlala

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Madlala Whatsapp / call: 061 868 5163

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Magubane

Izithakazelo zakwa Magubane

  • Nkomose,
  • Dibanto, Jiyane,
  • Thole, Sothole,
  • Snquma, Didiza,
  • Mzilankatha Ndlandla,
  • Nhlun’emhlophe egezwa ngobisi
  • Ithi ingaba bomvu kube eyomlandakazi,
  • Malinga owalinga amatshe aba zintaba,
  • Msenganduna namathokazi!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Magubane Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Magubane
Izithakazelo zakwa Magubane

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Majozi

Izithakazelo zakwa Majozi 😍 Majozi Clan Praises

  • Mqamu,
  • Mabelemade wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula,
  • Gwanyana,
  • Mbhuli,
  • Mabhulangwe wena owabhula izingwe wabhula izingonyama,
  • Ngoza Lukhozi,
  • Maphiliphili mbheka phansi onjengesambane!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Majozi Whatsapp / call: 061 868 5163

Majozi Clan Praises
Izithakazelo zakwa Majozi

Prices:t-shirt: R200 Hoodies: R400

Izithakazelo zakwa Mabizela

Izithakazelo zakwa Mabizela

Izithakazelo zakwa Madela

Izithakazelo zakwa Madela 😍 Madela Clan Praises

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Madela Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Gwala

Izithakazelo zakwa Gwala 😍 Gwala Clan Praise

  • Mphephethwa,
  • Nzimande,
  • Khondlwane,
  • Majiya,
  • Khamanga,
  • Mdlovu,
  • Mantshinga,
  • Ntimbane,
  • Ngwede,
  • Ngwevu,
  • Jili,
  • Ngwavuma,
  • Sihlase,
  • Vilakazi,
  • Gcuma,
  • Ngwekazi,
  • Mancama ngesinkw’esikhulu,
  • Wena owasukel’isigodo simuka nomfula uth’inyama,
  • Manda kulandulwa,
  • Vilakazi,
  • Xam’odla ngomsingizane,
  • Mhlandla!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Hlengwa Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Gwala
Izithakazelo zakwa Gwala

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Izithakazelo Zakwa Lamula

Izithakazelo Zakwa Lamula 😍 Lamula clan

Lamula, 
Jiyane,
Mpangazitha omhlophe 
Slokazi livico kawugezanga wabuya nensila emfuleni wathi ugezile kanti unyambisile.
Bantwini,
Mthonti,
Thembu,
Lutholoni,
Mdlenevu!

Izithakazelo zakwa Hlengwa πŸ™Œ

Izithakazelo zakwa Hlengwa 😍 Hlengwa Clan Praises

Izikibha nama-jacket/hoodies akwaΒ HlengwaΒ Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Hlengwa Nongubo
Izithakazelo zakwa Hlengwa Mashasha

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Page 4 of 16

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: