clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: September 2020 Page 2 of 4

Itinanatelo taka Ncongwane? Ncongwane Clan Names

Itinanatelo taka Ncongwane, Ncongwane Clan Names
Ncongwane: Mvila Ndzimandze Nkhwakha lebomvu

Nkulumo tiyamlandzela ngob’ atimnamatseli kube tiyamnatsela ngabe akasabonakali

Ngumasoma intfombi lenhle kukhale sonke Sive sakaNgwane sibutane kutsi wentani uMvila ?

Kuvakale sekuphendvula indvuna yeSive itsi “tintfombi atimcomi ngoba timvela kepha timcoma ngoba timtsandza”

Ichudze likhal’ emin’ amany’ ekhal’ eyintatsakusa

Sendze kalingeni lingena ngokucindzetelwa

Izithakazelo zakwa Thanjekwayo? Thanjekwayo Clan Names

Izithakazelo zakwa Thanjekwayo, Thanjekwayo Clan Names
Thanjekwayo
Masina
Nkundlazitha
Mvemve zezanonina khabo nina ndlovu zadl ekhaya ngokuswela abelusi
oyinyoni luzaluny zingabambili

Izithakazelo zaka Mzoneli? Mzoneli Clan Names

Izithakazelo zaka Mzoneli, Mzoneli Clan Names
Msomi,
Phingoshe,
Nomndaye,
Gasa,
Meyiwa,
Gcogcobala

Hlabathi Clan Praises ? Izithakazelo zakwa Hlabathi

Hlabathi Clan Praises , Izithakazelo zakwa Hlabathi
UnguHlabathi!
Mboqo!
Sibongo esihle!esizondwa abathathakathi..sithandwa izizwe zone..ondlebe Zikhanya ilanga Ndabezitha!

Iziduko zakwa Mazingisa? Mazingisa Clan Names

Iziduko zakwa Mazingisa, Mazingisa Clan Names
Mazingisa,
Mganu,
Mayaba,
Malandelwa intombi ithi ndizeke,
Xesibe!

Izithakazelo nomlando wakwa Mphakathi

Izithakazelo nomlando wakwa Mphakathi
Ngithathanda ukwazi kabanzi ngezithakazelo nomlandu wakwa Mphakathi

Izithakazelo zakwa Mhlane, Mhlane Clan Names

Izithakazelo zakwa Mhlane, Mhlane Clan Names

AmaNtlane adabuka eXesi (Middledrift). Isibongo sishintshe saba uMhlane ngesikhathi uKhokho wabo efika ehlala emishini (mission station) yamaWeseli (Methodist) eEdendale, Bude buduze nase Mgungundlovu (Pietermaritzburg)

Izithakazelo zakwa Mhlane zithi:
Ntlane, Nhlanga, Tsile, Gengeshe, Ngqabane,

Mbabala ensunjwana eyavuka kungazingelwa yona.

Mpondo zenkomo endala bangazibeka endleleni badlule bazihleke.

Mgwenya obomvu ongaphesheya kweGqili.

Amanyamela ndaba, ngoba indaba ithi ingakhula ingazekeki ! ?

Izithakazelo zakwa Nyembe? Nyembe Clan Names

Izithakazelo zakwa Nyembe, Nyembe Clan Names

Ncamane,
Skhandisa samakhosi,
Thwala lomzimkhulu,
Mnyamande,
Mkhont’oduma njengezulu,
Ithala lomkhonto lisemaNyamandeni,
Nhlangothi zimanxebanxeba,
Wena kaMlamulankunzi ungaziyeki zibulalane,
Wena kaSiwela owawela umfula ngesilulu,
Mnyango kawuvalwa, uvalwa ngamakhand’amadoda,
Ntshivakazi engenampondo,
Bhijela wamaMbane,
Sakade kaGemane,
Gemane kaSiwela,
Nzilagazi!

Mntambo Clan Praises ? Izithakazelo zakwa Mntambo

Mntambo Clan Praises , Izithakazelo zakwa Mntambo

Mntambo, yozi, gigaba, mazinyo akhanyanyo akhanya ebumyameni, nina bakwa mnombi, omasutha bhembese babheke ilanga, nomasikisiki inyoni esindwa isisila sayo!

Izithakazelo zakwa Nyathi? Nyathi Clan Names

Izithakazelo zakwa Nyathi, Nyathi Clan Names
Nyathi,
Mgwaba,
Bhense,
Nyathi emnyama ingaba mhlophe ifuze ekhaya konina
Mlaba, Sontokazi, Ciyane
Ndela sindangonyezi sbindesimnya njengenyongo yaso
Ngwane
Jola,
Mtholi wena wewombe hlomo olumanangi lunza lunye lunye lungaba lubili lwakha umuntu.

Page 2 of 4

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: