clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: February 2022 Page 4 of 5

Umlando wakwa Nhlengethwa

Nhlengethwa Surname history, Imvelaphi yabakwa Nhlengethwa

Ake ngikulandise ngomlando wakithi wakwaNhlengethwa.
Ngenhlahla ngihlala khona lapho bedabuka khona. Omkhulu mabesho kwafika ukhokho wethu esuka eliSuthu wafika kusabusa iLembe wayokhonza kulo lamnika indawo laphaya eNGOJE (LOWSBURG) Iilapho aba nesizwe sakwaNhlengethwa sanda kakhulu lapha ya eNgoje kukhona izintaba okushiwoyo namanje okuthiwa ezakwaNhlengethwa ngoba kuthiwa nenqina yokuzingela yayiphethwe yibo ezintabeni zabo.

Kuthiwa abanye abangabona abakwaNhlengethwa babecela kubo inqina mabefuna ukuzingela.intaba okuyiyona kulezintaba okulele khona abaKwaNhlengethwa leyontaba uMakhukhutha ilapho okulele khona nokhokho wethu ulaphaya kuleyantaba emgedeni lowo mgede igama lawo kuthiwa kwaDuda.

Yingakho nehubo lakithi elihutshwa makushoniwe noma uganwa noma kukhishwa intombazane iyogana lelohubo akudlalwa ngalo awulihubi nomakanjani lihutshwa makubalulekile ngoba uthinta abangasekho uma ulihuba uzidlalela uzoba nenkinga ngoba bona basuke sebelalele abangasekho bethi kwenzekani asizwe kanti uyazidlalela akudlalwa ngalo. Lelo hubo lithi enqabeni!! ngibuzubaba owasala kwaDuda!!

Yewuyewu sibuzubaba owasalakwaDuda enqabeni enqabeni….ngekengiliqede bengikuzwisa .enqabeni ilapho okulelekhona ukhokho wethu uzokhumbula umuntu kwaNhlengethwa mayeshonile wayengangcwatsha nanilala eshonile ekuseni kuse engekho.

Omkhulu mabesho ebusuku bayamlanda ayiswe kulowo mgede kwaDuda ilapho ayefakwa khona bonke abakwaNhlengethwa mabeshonile babeyiswa khona ebusuku izingane zingaboni nomphakathi yingakho namanje thina singcwaba ekuseni sugubha ingcwaba ebusuku ngo 8ekuseni sesingcwabile silandela lolasiko lakudala.futhi umuntu wakwaNhlengethwa akangcwatshwa nomuntu wakwesinye isibongo ngoba uyahlupha ekhaya afune ukuba yedwa.

Uma nimngcwaba emathuneni omphakathi kuba khona usiko olenziwayo ngaphambi kokuthi angcatshwe.leyondawo esidabuka kuyo eNgoje okhokho baxoshwa amabhunu benza isiqiwi lesoqiwi sidumile IThala siseNgoje.kodwa siyayithola imnvume yokuya emanxiweni.kuyabhukwa kumnini siqiwi amabhunu .kodwa nathi asikho kude nakhona ngoba masesisemakhaya siyazibona izintaba zakithi eNgoje manje abakwaNhlengethwa silaphaya OPHONGOLO Endaweni oKuthiwa ISENTUMBANE lapho sibaningi khona ngoba nenduna yenkosi isekhaya endlini engikuyo mina.kuningi nje ngengiqede lomlando. NHLENGETHWA ,MSUTHU ,MPANGAZITHA,GOCWENI… WENA WESILO

https://www.facebook.com/groups/919897311973563/

Ncanana Clan Names

Izithakazelo zakwa Ncanana:
Thenjwayo,
Mfeyane,
Dlakude,
Mgabadeli,
Mzilankatha!

Ndzaba Clan Names , Ndzaba Surname History

IZITHAKAZELO NOMLANDO WAKWA NDZABA:
uNdzaba nguMsuthu uBhili uMancoba Inkomo zika Majozi zika Mwelase zika Mbuzini, besuthu abanesishuba bhokhokhozela njengefu lemvula bewela uThukela, uVezi uVangane uRhawuza uNgajuse amabandla akwa Gasa akwa Mqhamo into ezehla ezinkahlambeni/ entabeni sishubele ngenqatha lehashi

Sizithakazela/ sizithutha sisithi:
Ndzaba, Msuthu, Majozi, Mqhamo
Bhili Mancoba Mwelase Gasa Vezi Vangane Rhawuza Sishuba Makhokhozela nje ngefu lemvula, uNgajuse into ezehla ezinkahlambeni/entabeni sishubele ngenqatha lehashi

Thina oNdzaba sibuya pha Kwa Zulu natal kodwa ngenxa yeemfazwe nezinto ezaziqhubeka ngexesha lokhokho uninzi lwethu likwelaphondo lemMpuma koloni. Nakhona KwaZulu Natal ugcuntswana lwethu lusekhona endikutsho nje sithe sa okombona ohlwayelwe uphosiwe yaye lonto ayisenzalanga nceba tu kwaphela ngoba abanye namhla abazazi ncam Kanti thina singamaHlubi apha KwaZulu Natal hayi nje enyinto. Akukhathaliseki ukuthi uNdzaba uphi the fact remains ungokhokho bakho uyathanda awuthandi. Chosi camagwini kudede ubumnyama kuze ukukhanya.

Ncanini clan names

Ncanini

Help members know Ncanini Clan Names . Click here to add them

Ndela/Tikane clan

I want to know about the origin of Ndela/Tikane clan: which Xhosa tribe subgroup they belong to. And more about izithakazelo yama Ndela/Tikane.

Thumbathi Clan Names 😍 Izithakazelo zakwa Thumbathi

Mnguni,
Swane,
Shandu kaNdaba,
Tiyane,
Mnguni loyeyezako,
Mnguni wetela,
Mnguni longanuki liphunga labanye beNguni baneliphunga !!!

Yaka Clan Names 😍 Yaka Surname

Dika Yaka-Yaka
Nxiyamba
Gajula
Makhanda-khandana
Mfaka
Suzela umnga wome batheze abafazi

Ngcoya Clan History 😍 Ngcoya Origin 😍 Ngcoya People

The Ngcoya people are part of the Pondo people of the Eastern Cape in South Africa. The story about how the Ngcoya clan came about, There was a Mpondo King, Bhala, and he had many wives. One of his wives begot a son and they said to the wife that “Uyagcoya wena uzele indodana” which meant joy to you who begot a son. She then named her child Ngcoya, and then his childre adapted the surname Ngcoya from uNgcoya, the child of iNkosi uBhala. Each clan had clan names known as izithakazelo, which were names obtained for very close association with certain clans and for doing certain things.

The clan names of the Ngcoya people are:

Faku

Nyawuza

Thahle

Ndayeni

Laba abahlamba ngobende benyamazane abanye behlamba ngobenkomo Choboza

Mhlanga kuvela ilanga

Laba abagqiba umgodi udilika

Thupane

Qelekazi

Lukhozane

Bukhosini

Izithakazelo zakwa Mkhonto Clan Names

Mkhonto Clan Names
Maphanga
Mbuyisa
Sihlangu
Manangananga
Belle lelindze ungajagaja, lelangcelisa umntwana ngaphesheya kwemfula
Mkhonto !

Ratshivhombela Clan Praises

Ndi Ratshivhombela, Tshivhombela, nngwe thavhani, ndau ndi fara nga mutshila. Wa ha Tshivhase midiyavhathu wawe wa sala wo ima. Ndi Masingo, Singo muila mustshila wa mbuzi. Ndaa!

Page 4 of 5

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: