clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Month: August 2022 Page 1 of 27

Izithakazelo zakwaMgegeba

Mgegeba Clan Names πŸ™Œ

Mgegeba gusha limako shweme zilamkhonto mfulawuwelwa uwelwa ziinkonjane ngoba zindiza phezulu nolundzi mcetshwa phamla zozo masongololo akhuphuka iintaba zolundzi angasoze azdundubale ngenxa yobukhulu bazo shweme

Izithakazelo zakwaJileka πŸ’› Jileka Clan Names

Jileka Clan Names :

Mjuqu,
Jileka,
Mlibati,
Matala,
Nkosi,
Xabanisa abantu belungisa,
Ngqiza,
Mangisa !

Umlando wabantu bakwaLuthuli

Umlando wesibongo sakwaLuthuli

Metiso Clan Names πŸ’› Izithakazelo Metiso

Tinanatelo Metiso:
Nyembetwako,
Mnguni,
Wandlase,
Benguni benyenya babuya nelusekwane,
Umnguni longena phunga,
Ungaba leliphunga weta ne nyoko !

Mavundla Clan πŸ’› Amavundla Clan History

Amavundla clan names & origin:

Amavundla bathi abadala ayisizukulwane sika Mbopha kaSithayi insila yenkosi uShaka eyabaleka kwelakwaZulu ibalekela ulaka lukaDingane emuva kokuba kade eyingxenye yabasocongi beSilo ehlohlwe uMkabayi noDingane.

Umbopha utholwe izinhloli zika Shaka ehlathini, eqhabuka elusuthu kuBafokeng ebaleka umfowabo omncane owayebanga naye uBukhosi. Uyise wabeka umfana omncane kuneNkosana isizwe sahlukana phakathi salwa, ekaMbopha yaxoshwa wabaleka esaba ukubulawa.

Uma uShaka esemtholile wamphenya wamqonda nokuthi wazi imithi yabesuthu, wamenza insila yakhe ephatha ukudla nemithi nesigodlo. Kwazulu uxoshisiwe ngezinkomo waganiselwa nezintombi eziningi.

Ubalekile wayocasha kaMthethwa uDingane wamlandela, wadlula waya eSimdlangentsha, wadlula ko Hlabisa, waya Mahlabathini, kwaBiyela eMkhumbane eXobho, eSouth Coast kepha akuqondakali ukuthi ithuna lakhe llikuphi.

Ekubalekeni kwakhe uzishintshe isibongo wathi ungu Mvundla ovundle izintaba nemifudlana ebeleka ulaka lukaDingane. Ningabe nisangibiza uMbopha anothi Mvundla uMbopha uvundle alapha. Inzalo yakhe ibihamba isakazeka yonke indawo.

Umbopha wayebizwa ngethole lomsuthu ewazi amakhambi. Isizwe sakwaMavundla sinobukhosi obubili kwaZulu nobunye e Herstel. Indlu ka Nonduku nendlu kaGamalakhe e Port Shepstone. Lesibongo sise Port Shepstone, Greytown, Mahlabathini-Ceza, Maphumulo, Bergville, Empangeni, Thekwini, Ndwedwe, Eastern Cape, njll.

Omvundla amakhosi okuqala oselwa eZingolweni nase Nsimbini emuva kwenzalo ka Henry Fynn owayekhonzwe u Shaka lapho bekhona. balwe izimpi eziningi ngesikhathi sikaShaka, balwe nama Chunu, abaThembu ekoloni.

By: Zwe Mavundla

Izithakazelo zakwa Mavundla

Mavundla

Mwelase

Mbova

Wena ka Snakanaka kaNtendeni

Hwayiza ka Nonduku

Mthimude kaMawewe

Zikalala

Shebi

Mwelase owagedl’umhlanga wawushiyelela,

Nzima

Mawela

Nhlanganiso

Mthimude

Wena wakwaGezamhlanga

Nina baka Nkomoningi

Nina bakwaJwana

Mwelase πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™Œ

OMavundla bakwaXhosa bona bathakazela ngokuthi

Bhayi

Khetshe

Gobhozi

Nxilashe

Msuthu ! πŸ™ŒπŸ™Œ

Bukhosini clansπŸ’›

Gina
Magadlela
Bukhosini
Ncamangethusi komtelingwane min ngisafunda ngifunda grade 9 ngi zalwa insizwa yakwa Gina kwi ntokaz yakwa mlambo

Izithakazelo Zakwa Mzulwini πŸ™Œ

SHOZI,
GCWENSA, πŸ™Œ
NDIMANDE,
THANDA’L THULI,
NHLOKO KAYIVUTHWA IVUTHWA IVUTHWA NGOBA IBASEMLWE NGAMA LONGWE IZINKABI EZINKULU ZABAFOKAZANA.
NDONGA, MSUNMUDE UTHI UNGAMFISHANE UFUZE EKHAYA KONINA !!!

Mjoli Clan Names πŸ™ŒΒ 

  • Mjoli,
  • Hlathi,
  • Nonina,
  • Qubulashe,
  • Mswanzeli,
  • Makholwa okwakhe,
  • Ndlwane ncane mgoswela yona,
  • Masindza ngonyalu,
  • Dludlushe,
  • Sondzaba !

Sereto sa Maabane

Ke Tau tona ya moloi wa tabutse mo apara swana mola magoshi ae duma

Nhleko Clan Praises β™‘ β™₯πŸ’•

Nhleko.
Mgilija ! β™‘ πŸ’•
Mngcwangu lemhlophe netinyawo takhe.
Madluzululu.
NguboYengwe neyeNgwenyama.
Batsi bakaNhleko bayakhala kantsi bagidza tingoma.
Lucu kalulingani lulingana ngekutsekeletela.
Nine bakaLawuba.
Nine baseNcandweni.
Nine lenashishilita ngemzaca kaMangwayane.
Nhleko, Mgilija.

Page 1 of 27

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: