Abakwa Dlamini

The Dlamini People
Abantu bakwa Dlamini banga Bambo-Nguni bahlobene nabakwa Mkhize, AmaNgwane namaMpondo. Ngenxa yokuthi umlando wawungabhalwa kodwa udluliselwa ezizukulwaneni ngomlomo nangezithakazela asinalo ulwazi olugcwele.
Ngokuka Prince Zuko Pokwana bazalana kanje:
Ludiwu, Sidwaba, Lufelelwenja, Mini, Fulathelilanga, Nguni, Mzimkhulu, Masoka, Mhuhu, Nqubeni, Mhlanga, Musi, Mntungwa, Ndlovu, Dlamini, Ludonga, Mswati, Ngwane, Dlamini, Nkosi, Mavuso, Magudulela, Ludvonga, Dlamini, Ngwane, Ndungunye, Sobhuza, Mswati, Ludonga, Mbazeni, Ngwane, Sobhuza, Mswati iii.

Kuyacaca-ke lapha ukuthi ngokuhamba kwesikhathi babe sebehlukana ngokwezindlu babe sebeyofuna amadlelo aluhlaza ezindaweni ezehlukene. Ilelo nalelo qembu labe liholwa inkosi yalo. ODlamini abohlukananga bonke umnyombo wabo uqala ku Dlamini wokuqala. Babe sebezibiza ngezindlela ezehlukene isbn. AmSwazi, AmaZizi, AmaKhuze, Inhlangwini, Fodo, Tolo, Soshenge njll.

AmaZizi Mpuma Koloni
Dlamini, Jama, Sijadu, Nomane, Mtikitiki, Ntabuyanyuka, Sandluluba, Nkosi, Nsukunsuku, Mphinyana, Songiya, Sfanguba, Mcherhwa, Sorhelesi, Zakewu…
Ngubonde, Lamyeni, Cubungulashe, Ngxibinoboya, Mtatela, Njokweni, Ntondwa, Ndunakazi, Ndosi, Lunika, Menziwa, Zangashe, Pokwana…

Sibalukhulu, Khuze, Lungqi, Ngubokazi, Lamyeni, Langa, Mdlovu, Limakho…

Abazinze eMahlabathini
Sibalukhulu, Nyanya, Soshenge, Malandela, Magaduzela, Mabonelempunzini, Luzumane ka Ndaba, Bazume Ndaba balibele…

Abase Swazini
Dlamini, Nkosi, Sidlubula Dledle sika Nobamba, Lokothwayo, Ludonga luka Mavuso, Sidwaba Siluthuli, nina enawela uBombo ngokuhlehletela, Ndlovu ezidlekhaya ngokuswela abelusi, Sibhahuza sika Mawawa, Mlangeni, Sobhuza, Mntungwa, Wawawa, Kunene…

Inhlangwini
Lungqi, Makuthu, Tiba, Mengcwa, Mabandla, Gasa, Nombewu, Fodo, Dumuka, Mdibaniso, Langalethu, Melizwe…

Amazizi Miya
Gcwanini, Sibhewu, Saliwa, Sijekula, Bhincelehlangeni, Mancoba…

Latha
Mashwabada, Ntshawe, Nceka, Dada, Mshengu

Abantu bakwa Dlamini baningi kakhulu futhi basebenzisa izibongo ezehlukene akumangazi-ke ngoba ngesinye isikhathi uthola beganene bodwa !

More about Abakwa Dlamini

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

276 thoughts on “Abakwa Dlamini”

  1. Mina ngifuna ukwazi zakwa Dlamini omtungwa please help ngingu Jabulani Dlamini

    Reply
  2. Ka Dlamini emaSwati akangibiti Mavuso,as kwaba ngaye kwavela o Shabalala,Magudulela kepha nawunanatela akushiwo kutsi nine baka Ludvonga lwaMavuso waNgwane,labangena kuloko ngulaba labasitukulwane as Mavuso lobekatalwa ngu Ngabe
    Should you wish to know more nga Mavuso 0822908984 WhatsApp

    Reply
  3. Ngiyasithanda isibongo sakithi Mina nguDlamini Malandela uNyanya weMfolozi emnyama ngfisa ukuzazi zonke izithakazelo zakithi

    Reply
    • Hi Phindile,

      Malandela omuhlle, khuluma noDumisani uye ozokubhalela zona phansi ukuze uzazi kahle.
      Ngangizibhalelwe ubaba kaDudud Dlamini kodwa angazi ukuthi ngizibekephi.

      Yebo uyimfolozi emnyama inketha baweli uma be zowela fafune ithoyana.

      Reply
      • Please! Awungibhalele Dlamini Malandela, ka Ndaba, Shenge

    • Sawubona dade! Ewu ngingajabula uma ungangilandisa kabanzana ngoDlamini Malandela? Angikaze ngazwela ngaye kodwa ngazi uZulu kaMalandela!

      Zithini izithakazelo zakho?

      Mina I have always maintained ukuthi sihlobene naboZulu but ngoba abantu bethanda ukuvikela ubukhosi bavele bathi cha!

      Ukhumbule ukuthi amakhosi akwaZulu ayebizwa ngamagama oyise, hhayi ngesibongo! Shaka kaSenzangakhona: Senzangakhona kaJama: Jama kaNdaba: Ndaba kaSonani, Sonani kaMageba, Mageba kaNkosinkulu, Nkosinkulu kaZulu; Zulu kaNtombela; Ntombela kaMalandela etc…..

      Zibuze ukuthi kahle kahle isibongo sabo yisiphi! From uMalandela ukuya emuva we see ukuthi kunoMnguni; Gumede; Mndlovu; Mzizi; Dlamini

      Reply

Leave a Comment