- Mapholoba,
- Nyuswa,
- Fuze,
- Mavela,
- Mafuzafulele njegefu lemvula,
- Mashiyamahle sengathi azoshumayela,
- Mavulankungu kuvelilanga,
- Sididane,
- Ngongoma,
- Maqadi amakhulu,
- Mbili
Dube
- Mbuyazi,
- Lushozi,
- Mafukuzela,
- Nyamazane,
- Nzwakele,
- Mbuyisa,
- Gobhozi,
- Nyuswa,
- Ngcobo,
- Fuze,
- Mapholoba,
- Ama-Qadi
Abakwa Dube nabakwa Ngcobo abantu banye.
Dlodlo:
- Mabanga,
- Mtingi,
- Bangile,
- Bhengela,
- Mthiyane
Duma/Dumisa:
- Ntenga,
- Mthombeni,
- Walaza,
- Dlangisa,
- Gcwensa,
- Ndimande,
- Mvula
Nzimande
- Mphephethwa,
- Mdluli,
- Mdlobhiya,
- Mangcamane,
- Ngwekazi,
- Gwala,
- Mancama,
- Vilakazi
Dumakude
Shange
Nzimase
Sishi
Goba
Jangaza
Ntshalintshali
Phathwayo
Gwagwa
Mlambo, Qunga
Gwamanda
Yenga, Sochumase
Jwaha/Jwara:
- Mbelwa,
- Mnangwe,
- Sjekula,
- Gubeshe,
- Theleza,
- Lenge,
- Ndawonde
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Abantu ngicela bengadidanisi izithakazelo zakwaDube ngokuba bezixube nomlando ka John langa libalele Dube nokuhlobana kwakhe namaQadi lokho akuhlangene noDube akungaDukiswa umlando wakwaDube plz yanicela
Besengididekile kakhulu ngoba umama wami owakwaDube wagana kwaNgcobo sengithi babeyizihlobo ngiyabonga kocacisile wathi uDube kwakuyigama likaNgcobo hayi isbongo, oGasela bona bangena kanjani ngoba sengibona kukhona uGasela owayezalwa wuNgcobo ugogo wami wakwaGasela washada kwaNgcobo kungenzeka yini ukuthi uGasela wayesebenzise igama njengesbongo ngicela ningicacisele
Ngiyabonga ukwazi imvelaphi yami